Surnames
Category: E
- ESTER
- Elphus
- Elphusmabunda
- Evans
- Effective and approved lost love spell caster +27625413939 spiritual healer inBordentown, Bound, Brook, Bridgeton, Burlington, Caldwell, Camden, Cape, May, Clifton, Cranford United Arab Emirates, United Kingdom, Uruguay, USA
- All Surnames
By: Luleka Isaac
Jola , Ngwanya,Qengeba, Tholelomthwakazi, Mpondomise, isizukulwana senkwakhwa, mfazi obelelide oncancisa ngapha komfula
By: Fikile Ka-Sibeko Sibeko
No Language :(siSwati) created by: admin... (Fikile Ka-Sibeko) Maziya, Gembe, Mcusi wena wama gamagama wakhetha elilodwa qwaba! wathi yiNjiki ubone ngani ukuthi injiki iwelile, ubone ngamanzi edungeka. sibeko omuhle nezinyawo zakhe Maziya #esho ephaphatha #egobisa ikhanda phansi, ehlonopha
By: Fikile Ka-Sibeko Sibeko
This clan was written by me: No Language :(siSwati) created by: admin... (Fikile Ka-Sibeko) Maziya, Gembe, Mcusi wena wama gamagama wakhetha elilodwa qwaba! wathi yiNjiki ubone ngani ukuthi injiki iwelile, ubone ngamanzi edungeka. sibeko omuhle nezinyawo zakhe Maziya #esho ephaphatha #egobisa ikhanda phansi, ehlonopha Tuesday, 29th January 2008
By: Fikile Ka-Sibeko Sibeko
This clan was written by me: No Language :(siSwati) created by: admin... (Fikile Ka-Sibeko) Maziya, Gembe, Mcusi wena wama gamagama wakhetha elilodwa qwaba! wathi yiNjiki ubone ngani ukuthi injiki iwelile, ubone ngamanzi edungeka. sibeko omuhle nezinyawo zakhe Maziya #esho ephaphatha #egobisa ikhanda phansi, ehlonopha Tuesday, 29th January 2008
By: sibusiso sibeko
Sibeko, Maziya, Mcusi, Gembe, Mkhabela…owakhabela Amakhosi amaningi owadla iSigungu wangayibikela iNkosi, wabikela uMshengu wakwa Tshabalala wathi izinyawo zeNkosi zonakele kanti izinyawo zeNkosi zoniwe insinde yaka liDakana. In-Jiki neselichibini nelihlelwe bathi niyibonengani ukuthi in-Jiki bathi siyibone ngamanzi okudungana,yawashaya amanzi yawaphalaza, abakaGamanambili abala amagama ukuhlangayelawa nabaka Mashinini bathi uGama akabemunye abengowaka –Mkhabela- uGama wawela impolanja kabili ;wathi uGama Ngobende wabamba iDlozi, uGaMkhabela wabamba ingwe. Ngabaka Mshoshoba-imfe-ayidliwa-zinyoni, abashisi bezindlu amaDangadanga, Ngabaka Maliwane abaliwa ngabeZizwe.
By: Ishmael Sibeko
Sibeko. Mkhabela. Maziya omude. Ubona ngani? Ubona ngamanzi ukudungeka ukuthi zidlulile izinjiki. Ziwelile izinjiki. Ingakane iyalila enhla nohlelo. Umfunda ongandanga ovuthelwa ngaphakathi njengekhabe. Singamazombe, singamazombe, singama sibekela. Asikhiwa ngomkhombe wotshwala sikhiwa ngomkhombe wamanzi ngoba siyidlamanzi. Maziya. Mkhabela. Mcusi. Vula. Gembe. Sibeko
By: Gcina Eugenia Sibeko
This is nyc #thumbs up Maziya!
By: amanda sibeko
Maziya gembe,mcusi,wawubone ngani? Waubone nganzi odungane
By: Wakahina
Maziya, Gembe, Mcusi Wena wama gamagama wakhetha elilodwa qwaba! Njiki ubone ngani ukuthi iNjiki iwelile, ubone ngamanzi edungeka. SIBEKO omuhle nezinyawo zakhe MAZIYA & Sibeko, Maziya, Gembe, Njiki wabona ngani ukuthi imvula izona , wabona nge njiki idungamanzi.
By: Gcina Eugenia Sibeko
Sibeko Maziya Gembe Lomude Njiki Mcusi.Ubone ngani na?Ubone ngamanzi adungadungayo.Sibeko omuhle nezinyawo zakhe!Maziya
By: Gcina Eugenia Sibeko
Sibeko Maziya Gembe Lomude Njiki Mcusi.Ubone ngani na?Ubone ngamanzi adungadungayo.Sibeko omuhle nezinyawo zakhe!Maziya