SABELA

Clan Praise(s)

  • sabela gwamanda ndlumbi kanhlansi,mathabela mzaca oneskhanda phambili

    • uMALANDELA wayeganwe uNOZIDIYA owazala amadodana amabili uGUMEDE no ZULU abantu bakwa SABELA behlukene kaning kodwa bonke bazalwa uNOMO kukhona uSabela MAPHINDELA ,kukhona uSOMNOMO, Sabela Muthwa,Sabela Vezi,Sabela GUMEDE ,Sabela Ndubela nokho ke sasibizwa ngokuthi singoZABELE ,indoda yokuqala kwabe kungu Nomo owasala empini yase NCOME

Surnames