ZULU

Clan Praise(s)

  • Zulu, Mbuyisa, Mtfombotsi, Wena lowabandvwa emganwini kwaphuma tintfombi nemajaha, Ngatsi ngiguca ngelidvolo ngashelela, Zulu

  • Mncube,Ncube,Sincuba yinto eyodwa kodwa bonke bavela kuNcube

    • Kukhona enye indlu kaKhambule etholakala endaweni yase Harding ezibiza ngo Sincuba,Msizazwe,Gayisa nayo iyinzalo kaNcube ngoba iqhamuka kukhambule kaku Khubisa.

    • Kukhona enye indlu kaKhambule etholakala endaweni yase Harding ezibiza ngo Sincuba,Msizazwe,Gayisa nayo iyinzalo kaNcube ngoba iqhamuka kukhambule kaku Khubisa.

  • Sekusho thina ke manje uzalo lwe Nkosi UBhantshana Zulu Odabuka Eshowe!! BY Linduyise Zulu 071 198 1305 Umjokwane kandaba, kusala kutshelwa kusala kumenyezelwa. ibhilika lika Ndaba elithethwa ngezinyembhezi elinjengo lwakwa Phiko wase Bulaweni. Inyathi lika Ndaba elihambiswa ngo Mazibuko. elinjengo mzingeli komafekana, omphebezihle zako Mjokwana. Abazidlela ngama nxasakazi.  odla umfazi umkasikazwayo wadla neNdoda. Wadla uMahamle kanomlomo, wadla uNhlambase ibhincikazana elalithetha izindaba zase bulaweni. Wadla oMphephethwa komafekana. wadla uMsikazi koNdumoshe. Ingabe wayokwenzani koma basaMlilo lapho owaqeda umhlambi wabantu nezi nyamazane. odlulisa okomiyane komafeka na Mphebezihle zakoMjokwana. umayemaye!!!! uNdabezitha! BAYEDE!!! uMtwana!!  BAYEDE!!! Ubuso Buhle obungenandawo yebo yokusolwa!!!! BAYEDE!!! Ngyehla ngedolo. Ngyakhothama.. BAYEDE!!! ZULU UYASABEKA!!! BAYEDE!!! INKUNZI YE BHUBESI!!! INKOSI KAYIQEDWA.........................!!! UYIZULU!!!

  • Zulu, Ndabezitha,Mageba, Sthuli SikaNdaba wena kaMandela ngokulandel'inkomo zamadoda Mntwana, wena woHlanga ..... (IsiZulu)

  • ZULU Ndabezitha, Mntwana, Zulu kaMalandela ngokulandela izinkomo zamadoda, Zulu omnyama ondlela zimhlophe, Wena kaPhunga noMageba, Wena kaMjokwane kaNdaba,  Wena wenkayishana kaMenzi eyaphuza umlaza ngameva, S'thuli sikaNdaba, S'thuli sikaNkombane, Wena kasihhawuhhawu siyinkondlo bayikhuzile ngoba ikhuzwe abaphansi nabaphezulu, Wena kanogwaja omuhle ngomlenze, Wena kaMbambelashoba, Ndabezitha!      

  • Zulu, Ndabezitha, Malandela, Sithuli sikaNdaba

Selected Category: Z

Surnames