ZIKHALI

Clan Praise(s)

  • Izithakazelo Ngwane kaNgwadi MasumpaMasenga SilekaNduku ZinobulongweNina besizwe sikaMatiwaneUsozisela kaMasumpa noTshaniNina bebutho likaSangweniUZikhali ezingalingani nezamaxhegwanaSangwelibanzi olungawelwa abantukazana ngoba luvalwe ngezihlangu zamadoda, luwelwa izinkonjane ngoba zihambela phezulu! *to be continued* Zikhali Isibongo sikaZikhali sivela ngeNkosi uZikhali, indodana kaMatiwane

  • +++++++++++++++++++++++++++++++++++++++++ Zikhali, Khanyile, Sangweni, Hlongwane, Mdladla, Sogodi, Ngwane. NgabathembuSangweni, Ngwane , Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa , ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle

Selected Category: Z

Surnames