TSHIVENDA

Clan Praise(s)

  • Zulu the clan of Shaka Zulu the King of the Nguni Clan, from the Southern Of Africa in the Province of KwaZulu Natal. Zulu! Ndabezitha, Mntwana. Zulu Ka Malandela,ngokulandela izinkomo zamadoda, Zulu omnyamaondlela ezimhlophe, Wena KaPhunga no Mageba, Wena Ka Mjokwane ka Ndaba, Wena wenkayishana ka Menzi, eyaphuza umlaza ngameva, Sthuli sika Ndaba, Sthuli sika Nkombane, Wena wesihhawuhhawu siyinkondlo bayikhuzile ngoba ikhuzwe abaphansi nabaphezulu, Wena kanogwaja omuhle ngomlenze, Wena ka Mbambelashoba, Ndabezitha!  

  • Mageba,,nongalaza omnyama,kaMalandela ngokulandela inkomo z'kaPhunga no Mageba. s'thuli sikaNdaba, s'thuli sikaNkombane, Ndabezitha,Mntwana __________________________________________________Zulu kaMalandela; Zulu omnyama ondlela zimhlophe. Nina baka Phunga no Mageba. Ndaba; nina bakaMjokwane kaNdaba. Nina benkayishana kaMenzi eyaphunga umlaza ngameva.Mnguni, Gumede. Ndabezitha .....

Surnames