NZIMANDE

Clan Praise(s)

  • Nzimande, Gqawu, Mphephethe, wena owabona isigodo simuka namanzi wathi yinyama, Mdluli,Shebe,Nozulu Ngwekazi, mandla kulandulwa,Phohlaphohla, Mangqingqingqi. Nyawo zimhlophe ngokunyathela njenge z'hlabathi zolwandle. Mangcama ngesinkwa esikhulu esancama amakhosi eya empini.wena kamabathabatha,Vilakazi

    • Sanibonani.Ngithokozile ngokuthola izithakazelo zakwaNzimande.Bengicela ukubuza ukuthi uKuhlase,sidwabasikaLuthuli naye usayingxenye yezithakazelo zakwaNzimande na?

Selected Category: N

Surnames