By: Nokuthula Ndlamlenze Nzima,Ndlamlenze, shamase, mawela, ncida, ncala, wena ongaweli ngelincane izibuko, owela ngesihlenge samanzi. Wena wamgugu..... Share
By: Njabulo Nzima Nzima shamase, mawela, sbhuzi, esimqala, ngentamo, bhange, maqhoboza, ndimndwane odl'umkantsha, osihlangu sibalele njengelanga, izinkani ezaphikwa ngay'zolo kwasa zabonakala, ndlamlenze, mwelase, nina eningaweli ngezibulo, eniwela ngezihlangela zomfula, imbovane eyakhotha amabele ezikhuthali, manzezulu, phuthini, Share
By: Thulani Nzima Nzima, Phakathi waboNkosi, Mabhud' akaMthiyane, Nkuni kazothiw' amkhosikazi, Gavu elimnyama ngentamo, Juba lapha kuyababa kuthi hheeee, Wena owagogoda umuntu ngenduku yakhe, abanye bemgogoda ngezabo Share
By: brian bottoman nzima wakwancube wakwazigoda ziyakayaka zikaqakide wakwamlota. ngoncube ngosakakazi Share
By: Nokuthula Ndlamlenze
Nzima,Ndlamlenze, shamase, mawela, ncida, ncala, wena ongaweli ngelincane izibuko, owela ngesihlenge samanzi. Wena wamgugu.....
By: Njabulo Nzima
Nzima shamase, mawela, sbhuzi, esimqala, ngentamo, bhange, maqhoboza, ndimndwane odl'umkantsha, osihlangu sibalele njengelanga, izinkani ezaphikwa ngay'zolo kwasa zabonakala, ndlamlenze, mwelase, nina eningaweli ngezibulo, eniwela ngezihlangela zomfula, imbovane eyakhotha amabele ezikhuthali, manzezulu, phuthini,
By: Thulani Nzima
Nzima, Phakathi waboNkosi, Mabhud' akaMthiyane, Nkuni kazothiw' amkhosikazi, Gavu elimnyama ngentamo, Juba lapha kuyababa kuthi hheeee, Wena owagogoda umuntu ngenduku yakhe, abanye bemgogoda ngezabo
By: brian bottoman
nzima wakwancube wakwazigoda ziyakayaka zikaqakide wakwamlota. ngoncube ngosakakazi
By: Ncanyana Maphalala
shamasimawele