By: Nzuzo smakade Nyide Bhadela! Hlahlamhlanga kuvel'indlela! Mand'esithebeni njengensonyama! Mathole! Mahulube! Nkom'ezidl'ekhaya ngoba ziswel'abelusi! Nyide omuhle ngezinto zakhe! Novazi! Mudliwezilo! Ndabase!! Mekukhona onombono noma mekukhona okusalile ningazise ngifake boNdabase,siphakamise isibongo sethu. Mina ngizalwa ikhehla uNdabakazibuzwa Nyide. ngisuka endaweni emaphakathi ne Bulwer kanye ne Underberg ebizwa nge Qulashe(emahlathini). Share
By: Nzuzo smakade Nyide
Bhadela! Hlahlamhlanga kuvel'indlela! Mand'esithebeni njengensonyama! Mathole! Mahulube! Nkom'ezidl'ekhaya ngoba ziswel'abelusi! Nyide omuhle ngezinto zakhe! Novazi! Mudliwezilo! Ndabase!! Mekukhona onombono noma mekukhona okusalile ningazise ngifake boNdabase,siphakamise isibongo sethu. Mina ngizalwa ikhehla uNdabakazibuzwa Nyide. ngisuka endaweni emaphakathi ne Bulwer kanye ne Underberg ebizwa nge Qulashe(emahlathini).