By: Wakahina Thwala SkhandisaNkonkothela, njenge nkomo ikhala iya ehlangeniGazi likaMlaboNzilagaziNcamane Mnyamande Nyembe,Ncamane, Skhandisa sikaMadlala, Twala lomzimkhuluMnyamande wakanaSiwelaMkhont' oduma njengezulu Nhlangothi zimanxebanxebaWena kamlamulankunzi ungaziyeki zibulalaneUmnyango awuvalwa, kuvalwa ngamakhand' amadodaNtshivakazi engenampondoBhubhulandaba namhla indaba ingesiyo eyakhoGogozela nkomo ziy' enhlangeni!Skhandisa samakhosi! Sakade! Bhijela!(Thembi Nyembe -Zola North Soweto)(Simphiwe Nyembe - Mtubatuba) eeNyembe!S'khandisa!Thwala!Mnyamande!Nzilagazi!Mkhonto oduma njengeZulu!Ithala lomkhonto lisemaNyamandeni!Wanyanya-wanyanyaMnyango awuvalwa uvalwa ngamakhanda wamdoda!Thwala lo mzimkhulu!Manz' amphisholo kaMnyamande waka SiwelaSakade kaGemane!Gemane kaSiwela!Ncamane wena kaSiwela owawela umfula ngesilulu,Bhijela wamaMbane!Hlumase!Malindisa!Shivakati engenampondo!Mafuyankabi kaGemane kaSiwela![ Zenzele Nyembe from Randburg-ngimfushane nje bakwethu,kanti futhi ngizibhale ngesiZulu,ngesiSwati kunomehluko omncane nje,masizifundise ukwehlukanisa phakathi kwezithakazelo nezibongo zobunsizwa noma izibongo zamakhehla ethu emuva.Mina ngifunga ngeNhlangano,ngifunga umfula Ingwempisi,ngifunga uMhlambane/Perdekop,ngifunga izintamba zikaMadolwane...ngigiya ngoS'bonda kaMadoda,uMadoda kaMtshidvodvo,uMtshidvodvo kaMlilwane,uMlilwane kaMagonondo,uMagonondo kaMpisi,uMpisi kaSakade,uSakade kaGemane,uGemane kaSiwela....shame wena uzongenzani mina uma ngenza kanjena!] Share
By: Zenzele Nyembe
Nguni
By: Zenzele Nyembe
S'khandzisa!
By: Wakahina
Thwala SkhandisaNkonkothela, njenge nkomo ikhala iya ehlangeniGazi likaMlaboNzilagaziNcamane Mnyamande Nyembe,Ncamane, Skhandisa sikaMadlala, Twala lomzimkhuluMnyamande wakanaSiwelaMkhont' oduma njengezulu Nhlangothi zimanxebanxebaWena kamlamulankunzi ungaziyeki zibulalaneUmnyango awuvalwa, kuvalwa ngamakhand' amadodaNtshivakazi engenampondoBhubhulandaba namhla indaba ingesiyo eyakhoGogozela nkomo ziy' enhlangeni!Skhandisa samakhosi! Sakade! Bhijela!(Thembi Nyembe -Zola North Soweto)(Simphiwe Nyembe - Mtubatuba) eeNyembe!S'khandisa!Thwala!Mnyamande!Nzilagazi!Mkhonto oduma njengeZulu!Ithala lomkhonto lisemaNyamandeni!Wanyanya-wanyanyaMnyango awuvalwa uvalwa ngamakhanda wamdoda!Thwala lo mzimkhulu!Manz' amphisholo kaMnyamande waka SiwelaSakade kaGemane!Gemane kaSiwela!Ncamane wena kaSiwela owawela umfula ngesilulu,Bhijela wamaMbane!Hlumase!Malindisa!Shivakati engenampondo!Mafuyankabi kaGemane kaSiwela![ Zenzele Nyembe from Randburg-ngimfushane nje bakwethu,kanti futhi ngizibhale ngesiZulu,ngesiSwati kunomehluko omncane nje,masizifundise ukwehlukanisa phakathi kwezithakazelo nezibongo zobunsizwa noma izibongo zamakhehla ethu emuva.Mina ngifunga ngeNhlangano,ngifunga umfula Ingwempisi,ngifunga uMhlambane/Perdekop,ngifunga izintamba zikaMadolwane...ngigiya ngoS'bonda kaMadoda,uMadoda kaMtshidvodvo,uMtshidvodvo kaMlilwane,uMlilwane kaMagonondo,uMagonondo kaMpisi,uMpisi kaSakade,uSakade kaGemane,uGemane kaSiwela....shame wena uzongenzani mina uma ngenza kanjena!]