NTSHALINTSHALI

Clan Praise(s)

  • Somnomo,Mantshongolo amlomo ubomvu,wena we shishi onezibindi ekhanda,ozala uZwide kaLanga ,Nyembe

  • Ntshalintshali Mtshongolo onyongande,ongangomunga ,ongangodonga methuka ngokukhulu. Kusanelanga Mkhulwane Phathwayo Zwide kaLanga.

  • Ntshalintshali, Mavuso waLdvonga, Mkhulwane, NaboNkhos, Zide kaLanga, Mntshongolo, Mazaluthandolemashobane, Nyawezinde nezimfisha kanti zimacuthulwane, Bheshela kaBheshela ntaba zakhele ngoBheshela, Mathwalemathobezintombi, Kusa neLanga Mkhulwane!

  • Somnomo, Mzwazwa, mazalankosi, wena owazala uZwide kaLanga, Mtshongolo, bathi uNyembe akanikeli kunikela uMtshongolo, Thwayisa, wena owathwayisa umuntu ngojojo emhlane, wena kaHhiya kobanani.......

  • zwide kalanga, wena owazala umnguni, umngui wazala uThandile kaMashobane, mtshongolo sanelang bona zagiwe zingangu muntu ndongalamavoso uludla umuntu limyege ngendaba nyembe

Selected Category: N

Surnames