NTSELE

Clan Praise(s)

  • NtseleMangetheZikode kaPhikelaWena WasetsheniUZwane akadlelanga PhansiWadlela emkhombeni WeZinyamazaneEdla im'hlambi Yezinkomo ZamadodaNdlangashushwana Ngokudla amaNdebeleBathi uZwane udleni kwaMtambo?Kuthiwa udle izinjana zimbiliZigcwele umdakana!Ntshosho!Wena Kamafu kawalingani- aphansi naphezuluNgoba aphezulu angubo ngubo!Ntsele kaLinda kaMkhonto!Awungilinde Ngilande EzamiMthanti!Nduna ngokuthwal' isila sensele!UNtsele kangakanani,Ngoba nasothini lomkhont' angahlala. Nin' enadlel' encazeni!Nin' eniphakel' umyeni odengeleni,Ngoba ningabenkosi.Zikode kaNdabanseleMabhayi kawalinganiNawangaphansi nawangaphezuluMangethe!Nina bakaVeziOwadl' isihlahla njengengwababane!Zwane - Phikela wengwe - Nselenduna nina base tsheni lase NtshentekaZwane - Mandaba, Ukub' uMandaba wayengehlanga phezulu saso buswa ubani?Zinkomo zakwaLinda ezimhlane ugcwele udaka, ezathi zidl'ubhoqo kanti ziyawuhlakulelaNtshosho,Nina BaseMangweniZikode

Selected Category: N

Surnames