NKOSI (ZULU)

Clan Praise(s)

  • Nkosi, Ndlangamandla, Mntungwa, Siwela, mbhulazi, wena wasemandlovini, wena owadlumuntu wamyenga ngendaba, mlotshwa, wena owawela ngenhla ngoba ngezansi wesabi zingwenya, wena kamaqgomasholwane, umlotshwa akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela. Mphazima kalanga, mawandla ngendlela. Nkosi. mybe i have a diffrent View but its directly fom INKOSI yamaNdlangamandla engoje.  Inkosi uNkanyamba kaFaku  zithi:  Nkosi Ndlangamandla nkonyane yenkosi.  Wena okaMphazima kaLanga,  Wena okaMlotswa kangakanani nasentendeni yesandla Uyenela.  Nina bakaLanga libomvu wasemantungweni owadla umuntu emyenga ngandaba,  Nina bakaSoyidina odine abezizwe nabezizwana.  Mawandla kaNdlovu, Siwela saseMandlovini Ezadla ekhaya ngokweswela abelusi.  Nina bephela enasinela inkondlwane nithi ngamasi. Nina bakaBheje EseNgome.

Selected Category: N

Surnames