NKONYENI

Clan Praise(s)

  • By:

    ChibiniKhanyayoMbushuMlisamkhuluGcithi akathakathiVumba lengwe nelengonyama kandindizela kamawela,siziba sicwengile kabumba ntaba kuvele inkomoNontonga KazimemaSjakaKhandayoDlanyekaMpisiNokweNdukuSibethoMampangelaMvinjwaMagwalaVumba lengonyamaGwadzi elisilika bubuhleBumba ntaba kuvele inkomo Skhamanga esihle esabuya ekweneni ezinye zingabuyiNdlebenhle zombini wena kasiziba esicwebile esingaphansi kwentaba ongazi angamane angene kusona kanti phakathi kunezingonyamaNina bengwenyenhle eya phumaesizibeni yaya phansi komthunzi wesundu ilandelwa abafazi behamba bekhala bethi ngizeke namiMvinjwa kaMfukuNina bakaSduli esamila ekujuleni kwesizibaGujumasheNina bakamashwamadi Mfengu.

Selected Category: N

Surnames