By: Bandile Nkabinde Nkabinde, Mcusi, Mbonani, mazomba sibekele. Nin' enabikel' inkosi eenathi Mcus' unamanga magwala ndin' ukuth' umhlanga mvul' udilikile. Nin' enakhafula 'khamba kwadl' iilambi. Nin' abakwa chapha-chapha manzini. Nin' abakwa veva mkhonto! Share
By: Thabani Vincent Nkabinde NKABINDE... Mzizi....Mhlophe....Lihlonyane elikhulu elingadliwa hinyoni .Ladliwa hinyoni selonakele.Is'lwane esalal'edwaleni sadla Abaqulusi.....NKABINDE ......!!!!!! Share
By: Thabani Vincent Nkabinde NKABINDE... Mzizi....Mhlophe....Lihlonyane elikhulu elingadliwa hinyoni .Ladliwa hinyoni selonakele.Is'lwane esalal'edwaleni sadla Abaqulusi.....NKABINDE ......!!!!!! Share
By: Jim Nkabinde Hlalithwa Madindwasi Inkomo ziyabikwa emandebeleni Umfazi omabelemade oncelisa ingane phesheya komfula Share
By: Vumani Lindisani Nkabinde Nkabinde mcusi phondla ka ndlolothi mafuya ngo ku fuya izinkabi abafokazana bengenazo izibaya mfazo mabele made owancelisa ingane inga phesheya komfula wena nkosana ebika ngo gazi amanye ama khosana ebika ngo nina mcusi omuhle ngoku fuya uma enga fuyile wafika no nina mahlanga angadliwa izinkomo adliwa izinyamazane wena woko maziya mafuya nkabi giya mcusi ugiye baku buke abafokazana nguwe omkhulu zinyane lako ndlolothi. Share
By: Wakahina Mafuya nkabi phondle kaNondlolothi mahlanga angadliwa zinkomo adliwa zinyamazane Mcusi mabele made wenowancelisingane ingaphesheya komfula Cuselimhlophe, Mlotshwa Share
By: Bandile Nkabinde
Nkabinde, Mcusi, Mbonani, mazomba sibekele. Nin' enabikel' inkosi eenathi Mcus' unamanga magwala ndin' ukuth' umhlanga mvul' udilikile. Nin' enakhafula 'khamba kwadl' iilambi. Nin' abakwa chapha-chapha manzini. Nin' abakwa veva mkhonto!
By: Thabani Vincent Nkabinde
NKABINDE... Mzizi....Mhlophe....Lihlonyane elikhulu elingadliwa hinyoni .Ladliwa hinyoni selonakele.Is'lwane esalal'edwaleni sadla Abaqulusi.....NKABINDE ......!!!!!!
By: Thabani Vincent Nkabinde
NKABINDE... Mzizi....Mhlophe....Lihlonyane elikhulu elingadliwa hinyoni .Ladliwa hinyoni selonakele.Is'lwane esalal'edwaleni sadla Abaqulusi.....NKABINDE ......!!!!!!
By: Jim Nkabinde
Hlalithwa Madindwasi Inkomo ziyabikwa emandebeleni Umfazi omabelemade oncelisa ingane phesheya komfula
By: Vumani Lindisani Nkabinde
Nkabinde mcusi phondla ka ndlolothi mafuya ngo ku fuya izinkabi abafokazana bengenazo izibaya mfazo mabele made owancelisa ingane inga phesheya komfula wena nkosana ebika ngo gazi amanye ama khosana ebika ngo nina mcusi omuhle ngoku fuya uma enga fuyile wafika no nina mahlanga angadliwa izinkomo adliwa izinyamazane wena woko maziya mafuya nkabi giya mcusi ugiye baku buke abafokazana nguwe omkhulu zinyane lako ndlolothi.
By: Wakahina
Mafuya nkabi phondle kaNondlolothi mahlanga angadliwa zinkomo adliwa zinyamazane Mcusi mabele made wenowancelisingane ingaphesheya komfula Cuselimhlophe, Mlotshwa