NJOKO

Clan Praise(s)

  • Njoko Nqamane, Nsele, Phangisa, Lindamkhonto Nina baka sbhadubhadu semvula, nina bakasthole esasiyosiswa sabuya nomdudukazane, nina baka Noyile ka Dlozi. Nina baka Bhe noMagutshwa. Nina enadla izimfe zimbili, zaphuma sezilikhambi linye. Nina bomalebe adonswe agcwala izitsha, msunu isiqopholozi. Nina bakwa mgoqo owavimbela izinkomo ziyesontweni, nina bakwa Mthanti ohlab usamila, baka bhukuda kwesinezingwenya, ningesabi ngoba nilinda nomkhonto. Bhoqo odliwa ngendlala, udliwe zinjinga kuphela. Nina baka Manokoshe, ubuqili buphambana no Shaka.

    • Abantu baseMangweni( Abantu baseMangweni(abakwaZwane, Cebekhulu, , Linda, Nsele , Hudle nabanye) imvelaphi bangabaseMbo Nguni. Lokho kusho ukuthi baduka eSwazini njengabo bonke aBambo. Kuthiwa indawo abafike bazinza kuyona kulapho manje sekuzinze khona inkomponi yaseHlobane. Bagqama kakhulu , ngesikhathi sebephethwe nguNtshontsho indodana kaMangethe, ngoba uMangethe uqobo lwakhe wayesekhotheme, ekhothamele emzini wakhe eNtshenteka ngasoBivane, endaweni manje osekuthiwa kuseBaqulusini. Kuthe uNtshontsho esabusa kuleyo ndawo wahlaselwa nguShaka. Kuthe ukuba maehlule uShaka wasethatha uNhlaka wakwaMdlalose ukuba abuse kuleya ndawo. Kwathi ukuba aMangwe abone ukuthi indawo yawo isithathiwe okokuphela kubo, bathutha bayokwakha ngaphezu koMzinyathi. Nalapho babuye bahlaselwa babaleka baze bayokwakha naMahlubi. Phela aMahlubi naMangwe babezihlobo. Abantu bakwaZwane manje sesibathola belaphaya eNdaka ezansi nayo ngaphansi kwentaba uMhlumayo, bakhelene nesizwe sakwaSithole, kanye nesaMaqamu. Kunezibongo eziningi ezithinta abantu bakwaZwane, aMangwe phela. Kukhona abakwaCebekhulu, kukhona abakwaLinda, kanti kukhona uNsele, uMbambo, uNdiweni, kanye noHudle. ............................................. AbakwaLinda.. Laba yingxenye yabantu baseMangweni. Baphuma kuMafu kaDidiza(uNsele2)kaWome kaMandlana kaNkomazana kaThinta kaCengesi kaNtshosho.. .................................................. AbakwaCebekhulu! Nabo baphuma kwabakwaZwane ngoba bona bavele kuMdolomba indodana kaNtshosho kaMangethe. Kanti kubuye kushiwo kwabakwaLinda ukuthi bangoNsele kaLindamkhonto ................................................. Isibongo sakwaZwane savela ngoZwane indodana kaMbambo kaMbenge. UZwane uzale uMungwe ,namawele oNdiweni noMdolomba[Cebekhulu] uMdolomba wazala abakwaCebekhulu kwathi uNdiweni yena wazala abakwaNdiweni, abemuka noMzilikazi kaMashobane baya KwaBulawayo , eZimbabwe, uMungwe wazala uPhikelela, uPhikelela wazala uNsele 1 (Ndabakansele) ,uNsele 1 wazala uMafu1 noVezi. UNsele uthathe ubukhosi ngemuva kukayise. UNsele uzale uZikode yena ozale uNsele wesibili. UNsele[2] wesibili uzale uMafu [1] [oyinkosana], uMthayi, uMandaba noNqamane. Esekhotheme uNsele kuthathe uMafu 1. UMafu [1]uzale uMangethe, uLinda noMgabhi. UMangethe ube yinkosi yaseMangweni. UMangethe uzale izingane eziningi, amadodana akhe abalelwa ekhulwini esingabala uMhlaba, uMchwayo, Ntshosho nabanye. UNtshosho uzale uCengesi owazala uThinta uThinta wazala uDumisa ozale uNkanyezi.. ............... UMangethe wakha umuzi wakubo awuqambe ngokuthi kuseMpolombeni. Lomuzi wakhiwe eduze netshe ayahlala kulo uma kuqulwa amacala esizwe noma ehlola imfuya yakhe. Ngaphambi kokuthi akhothame uMangethe ubize wonke amadodana akhe wathi awagibele etsheni lakhe kodwa ehluleka amaningi kwaba nguNtshosho owakwazi ukugibela lokhu okwenza ukuthi uMangethe ambeke njengalowo ozothatha ubukhosi ngemuva kwakhe. Itshe ayekhonze ukuhlala kulo libizwa ngokuthi yitshe likaMangethe bese kuthi idlinza (ithuna) lakhe libe kude buduze netshe. Amakhosi akwaZwane alandelana kanje! UMbengo uzale uMbambo. UMbambo uzale uZwane, uZwane uzale uMungwe. UMungwe uzale uPhikelela yena ozale uNsele. UNsele uzale uZikode. UZikode uzale uNsele wesibili ozale uMafu yena wazala uMangethe ozale uNtshosho. UNtshosho uzale uCengesi ozale uThinta. UThinta uzale uDumisa ozale uNkanyezi yena ozale uMhlanganyelwa. UMhlanganyelwa uzale uNtshosho wesibili obusayo. Ohlangothini lwaseMajuba ngemuva kokukhothama kweNkosi uNkanyamba kaThinta, kuphathe uNsakansaka kaNkanyama. Ngemuva kokukhothama kukaNsakansaka kuthathe iNkosi u Ayanda osabusa. ................................................ Izithakazelo zakwaZwane Zwane, Mangethe! Zikode, Phikelela! Ntshosho, Nsele kaLindamkhonto! Nina bakwaVezi! Mthanti! Gobeni, Nsele, Mangethe Zikode kaPhikela, Wena Wasetsheni, UZwane akadlelanga phansi wadlela emkhombeni wezinyamazane, Edla im'hlambi yezinkomo zamadoda, Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele, Bathi uZwane udleni kwaMtambo? Kuthiwa udle izinjana zimbili zigcwele umdakana, Ntshosho! Wena kaMafu kawalingani, Aphansi naphezulu,ngoba aphezulu angubo ngubo, Ntsele kaLinda kaMkhonto, Awungilinde ngilande ezami eZungeni, Mthanti, Nduna ngokuthwal' isila sensele, UNtsele kangakanani, Ngoba nasothini lomkhont' angahlala. Isikhova singathi,"hhi" sibona imihlambi yezinkomo nabantu, Nin'enadlel'encazeni, Nin'eniphakel'umyeni odengeleni, Ngoba ningabenkosi. Zikode kaNdabansele, Mabhayi kawalingani nawangaphansi nawangaphezulu, Mangethe, Nina bakaVezi Owadl'isihlahla njengengwababane, Zwane, Phikela wengwe, Nselenduna nina basetsheni laseNtshenteka, Mandaba, Ukub'uMandaba wayengehlanga phezulu saso buswa ubani? Zinkomo zakwaLinda ezimhlane ugcwele udaka, Ezathi zidl'ubhoqo kanti ziyawuhlakulela Ntshosho, Nina BaseMangweni! ..., Cebekhulu, , Linda, Nsele , Hudle nabanye) imvelaphi bangabaseMbo Nguni. Lokho kusho ukuthi baduka eSwazini njengabo bonke aBambo. Kuthiwa indawo abafike bazinza kuyona kulapho manje sekuzinze khona inkomponi yaseHlobane. Bagqama kakhulu , ngesikhathi sebephethwe nguNtshontsho indodana kaMangethe, ngoba uMangethe uqobo lwakhe wayesekhotheme, ekhothamele emzini wakhe eNtshenteka ngasoBivane, endaweni manje osekuthiwa kuseBaqulusini. Kuthe uNtshontsho esabusa kuleyo ndawo wahlaselwa nguShaka. Kuthe ukuba maehlule uShaka wasethatha uNhlaka wakwaMdlalose ukuba abuse kuleya ndawo. Kwathi ukuba aMangwe abone ukuthi indawo yawo isithathiwe okokuphela kubo, bathutha bayokwakha ngaphezu koMzinyathi. Nalapho babuye bahlaselwa babaleka baze bayokwakha naMahlubi. Phela aMahlubi naMangwe babezihlobo. Abantu bakwaZwane manje sesibathola belaphaya eNdaka ezansi nayo ngaphansi kwentaba uMhlumayo, bakhelene nesizwe sakwaSithole, kanye nesaMaqamu. Kunezibongo eziningi ezithinta abantu bakwaZwane, aMangwe phela. Kukhona abakwaCebekhulu, kukhona abakwaLinda, kanti kukhona uNsele, uMbambo, uNdiweni, kanye noHudle. ............................................. AbakwaLinda.. Laba yingxenye yabantu baseMangweni. Baphuma kuMafu kaDidiza(uNsele2)kaWome kaMandlana kaNkomazana kaThinta kaCengesi kaNtshosho.. .................................................. AbakwaCebekhulu! Nabo baphuma kwabakwaZwane ngoba bona bavele kuMdolomba indodana kaNtshosho kaMangethe. Kanti kubuye kushiwo kwabakwaLinda ukuthi bangoNsele kaLindamkhonto ................................................. Isibongo sakwaZwane savela ngoZwane indodana kaMbambo kaMbenge. UZwane uzale uMungwe ,namawele oNdiweni noMdolomba[Cebekhulu] uMdolomba wazala abakwaCebekhulu kwathi uNdiweni yena wazala abakwaNdiweni, abemuka noMzilikazi kaMashobane baya KwaBulawayo , eZimbabwe, uMungwe wazala uPhikelela, uPhikelela wazala uNsele 1 (Ndabakansele) ,uNsele 1 wazala uMafu1 noVezi. UNsele uthathe ubukhosi ngemuva kukayise. UNsele uzale uZikode yena ozale uNsele wesibili. UNsele[2] wesibili uzale uMafu [1] [oyinkosana], uMthayi, uMandaba noNqamane. Esekhotheme uNsele kuthathe uMafu 1. UMafu [1]uzale uMangethe, uLinda noMgabhi. UMangethe ube yinkosi yaseMangweni. UMangethe uzale izingane eziningi, amadodana akhe abalelwa ekhulwini esingabala uMhlaba, uMchwayo, Ntshosho nabanye. UNtshosho uzale uCengesi owazala uThinta uThinta wazala uDumisa ozale uNkanyezi.. ............... UMangethe wakha umuzi wakubo awuqambe ngokuthi kuseMpolombeni. Lomuzi wakhiwe eduze netshe ayahlala kulo uma kuqulwa amacala esizwe noma ehlola imfuya yakhe. Ngaphambi kokuthi akhothame uMangethe ubize wonke amadodana akhe wathi awagibele etsheni lakhe kodwa ehluleka amaningi kwaba nguNtshosho owakwazi ukugibela lokhu okwenza ukuthi uMangethe ambeke njengalowo ozothatha ubukhosi ngemuva kwakhe. Itshe ayekhonze ukuhlala kulo libizwa ngokuthi yitshe likaMangethe bese kuthi idlinza (ithuna) lakhe libe kude buduze netshe. Amakhosi akwaZwane alandelana kanje! UMbengo uzale uMbambo. UMbambo uzale uZwane, uZwane uzale uMungwe. UMungwe uzale uPhikelela yena ozale uNsele. UNsele uzale uZikode. UZikode uzale uNsele wesibili ozale uMafu yena wazala uMangethe ozale uNtshosho. UNtshosho uzale uCengesi ozale uThinta. UThinta uzale uDumisa ozale uNkanyezi yena ozale uMhlanganyelwa. UMhlanganyelwa uzale uNtshosho wesibili obusayo. Ohlangothini lwaseMajuba ngemuva kokukhothama kweNkosi uNkanyamba kaThinta, kuphathe uNsakansaka kaNkanyama. Ngemuva kokukhothama kukaNsakansaka kuthathe iNkosi u Ayanda osabusa. ................................................ Izithakazelo zakwaZwane Zwane, Mangethe! Zikode, Phikelela! Ntshosho, Nsele kaLindamkhonto! Nina bakwaVezi! Mthanti! Gobeni, Nsele, Mangethe Zikode kaPhikela, Wena Wasetsheni, UZwane akadlelanga phansi wadlela emkhombeni wezinyamazane, Edla im'hlambi yezinkomo zamadoda, Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele, Bathi uZwane udleni kwaMtambo? Kuthiwa udle izinjana zimbili zigcwele umdakana, Ntshosho! Wena kaMafu kawalingani, Aphansi naphezulu,ngoba aphezulu angubo ngubo, Ntsele kaLinda kaMkhonto, Awungilinde ngilande ezami eZungeni, Mthanti, Nduna ngokuthwal' isila sensele, UNtsele kangakanani, Ngoba nasothini lomkhont' angahlala. Isikhova singathi,"hhi" sibona imihlambi yezinkomo nabantu, Nin'enadlel'encazeni, Nin'eniphakel'umyeni odengeleni, Ngoba ningabenkosi. Zikode kaNdabansele, Mabhayi kawalingani nawangaphansi nawangaphezulu, Mangethe, Nina bakaVezi Owadl'isihlahla njengengwababane, Zwane, Phikela wengwe, Nselenduna nina basetsheni laseNtshenteka, Mandaba, Ukub'uMandaba wayengehlanga phezulu saso buswa ubani? Zinkomo zakwaLinda ezimhlane ugcwele udaka, Ezathi zidl'ubhoqo kanti ziyawuhlakulela Ntshosho, Nina BaseMangweni! ...

    • Abantu baseMangweni(abakwaZwane, Cebekhulu, , Linda, Nsele , Hudle nabanye) imvelaphi bangabaseMbo Nguni. Lokho kusho ukuthi baduka eSwazini njengabo bonke aBambo. Kuthiwa indawo abafike bazinza kuyona kulapho manje sekuzinze khona inkomponi yaseHlobane. Bagqama kakhulu , ngesikhathi sebephethwe nguNtshontsho indodana kaMangethe, ngoba uMangethe uqobo lwakhe wayesekhotheme, ekhothamele emzini wakhe eNtshenteka ngasoBivane, endaweni manje osekuthiwa kuseBaqulusini. Kuthe uNtshontsho esabusa kuleyo ndawo wahlaselwa nguShaka. Kuthe ukuba maehlule uShaka wasethatha uNhlaka wakwaMdlalose ukuba abuse kuleya ndawo. Kwathi ukuba aMangwe abone ukuthi indawo yawo isithathiwe okokuphela kubo, bathutha bayokwakha ngaphezu koMzinyathi. Nalapho babuye bahlaselwa babaleka baze bayokwakha naMahlubi. Phela aMahlubi naMangwe babezihlobo. Abantu bakwaZwane manje sesibathola belaphaya eNdaka ezansi nayo ngaphansi kwentaba uMhlumayo, bakhelene nesizwe sakwaSithole, kanye nesaMaqamu. Kunezibongo eziningi ezithinta abantu bakwaZwane, aMangwe phela. Kukhona abakwaCebekhulu, kukhona abakwaLinda, kanti kukhona uNsele, uMbambo, uNdiweni, kanye noHudle. ............................................. AbakwaLinda.. Laba yingxenye yabantu baseMangweni. Baphuma kuMafu kaDidiza(uNsele2)kaWome kaMandlana kaNkomazana kaThinta kaCengesi kaNtshosho.. .................................................. AbakwaCebekhulu! Nabo baphuma kwabakwaZwane ngoba bona bavele kuMdolomba indodana kaNtshosho kaMangethe. Kanti kubuye kushiwo kwabakwaLinda ukuthi bangoNsele kaLindamkhonto ................................................. Isibongo sakwaZwane savela ngoZwane indodana kaMbambo kaMbenge. UZwane uzale uMungwe ,namawele oNdiweni noMdolomba[Cebekhulu] uMdolomba wazala abakwaCebekhulu kwathi uNdiweni yena wazala abakwaNdiweni, abemuka noMzilikazi kaMashobane baya KwaBulawayo , eZimbabwe, uMungwe wazala uPhikelela, uPhikelela wazala uNsele 1 (Ndabakansele) ,uNsele 1 wazala uMafu1 noVezi. UNsele uthathe ubukhosi ngemuva kukayise. UNsele uzale uZikode yena ozale uNsele wesibili. UNsele[2] wesibili uzale uMafu [1] [oyinkosana], uMthayi, uMandaba noNqamane. Esekhotheme uNsele kuthathe uMafu 1. UMafu [1]uzale uMangethe, uLinda noMgabhi. UMangethe ube yinkosi yaseMangweni. UMangethe uzale izingane eziningi, amadodana akhe abalelwa ekhulwini esingabala uMhlaba, uMchwayo, Ntshosho nabanye. UNtshosho uzale uCengesi owazala uThinta uThinta wazala uDumisa ozale uNkanyezi.. ............... UMangethe wakha umuzi wakubo awuqambe ngokuthi kuseMpolombeni. Lomuzi wakhiwe eduze netshe ayahlala kulo uma kuqulwa amacala esizwe noma ehlola imfuya yakhe. Ngaphambi kokuthi akhothame uMangethe ubize wonke amadodana akhe wathi awagibele etsheni lakhe kodwa ehluleka amaningi kwaba nguNtshosho owakwazi ukugibela lokhu okwenza ukuthi uMangethe ambeke njengalowo ozothatha ubukhosi ngemuva kwakhe. Itshe ayekhonze ukuhlala kulo libizwa ngokuthi yitshe likaMangethe bese kuthi idlinza (ithuna) lakhe libe kude buduze netshe. Amakhosi akwaZwane alandelana kanje! UMbengo uzale uMbambo. UMbambo uzale uZwane, uZwane uzale uMungwe. UMungwe uzale uPhikelela yena ozale uNsele. UNsele uzale uZikode. UZikode uzale uNsele wesibili ozale uMafu yena wazala uMangethe ozale uNtshosho. UNtshosho uzale uCengesi ozale uThinta. UThinta uzale uDumisa ozale uNkanyezi yena ozale uMhlanganyelwa. UMhlanganyelwa uzale uNtshosho wesibili obusayo. Ohlangothini lwaseMajuba ngemuva kokukhothama kweNkosi uNkanyamba kaThinta, kuphathe uNsakansaka kaNkanyama. Ngemuva kokukhothama kukaNsakansaka kuthathe iNkosi u Ayanda osabusa. ................................................ Izithakazelo zakwaZwane Zwane, Mangethe! Zikode, Phikelela! Ntshosho, Nsele kaLindamkhonto! Nina bakwaVezi! Mthanti! Gobeni, Nsele, Mangethe Zikode kaPhikela, Wena Wasetsheni, UZwane akadlelanga phansi wadlela emkhombeni wezinyamazane, Edla im'hlambi yezinkomo zamadoda, Ndlangashushwana ngokudla amaNdebele, Bathi uZwane udleni kwaMtambo? Kuthiwa udle izinjana zimbili zigcwele umdakana, Ntshosho! Wena kaMafu kawalingani, Aphansi naphezulu,ngoba aphezulu angubo ngubo, Ntsele kaLinda kaMkhonto, Awungilinde ngilande ezami eZungeni, Mthanti, Nduna ngokuthwal' isila sensele, UNtsele kangakanani, Ngoba nasothini lomkhont' angahlala. Isikhova singathi,"hhi" sibona imihlambi yezinkomo nabantu, Nin'enadlel'encazeni, Nin'eniphakel'umyeni odengeleni, Ngoba ningabenkosi. Zikode kaNdabansele, Mabhayi kawalingani nawangaphansi nawangaphezulu, Mangethe, Nina bakaVezi Owadl'isihlahla njengengwababane, Zwane, Phikela wengwe, Nselenduna nina basetsheni laseNtshenteka, Mandaba, Ukub'uMandaba wayengehlanga phezulu saso buswa ubani? Zinkomo zakwaLinda ezimhlane ugcwele udaka, Ezathi zidl'ubhoqo kanti ziyawuhlakulela Ntshosho, Nina BaseMangweni! ...

  •   Njoko Nqamane kaNsele, nina bakolindamkhonto abadela umzimba badla umlenze.   Phangisa,   Goqo olwavimba esangweni izinkomo ziya esontweni, bhoqo olunga-dliwa oladliwa ngendlala. Sthuli sika Mkhwabeni maGutswa kazampumpu.   Isithole sasiyosiswa safike sazal' unomdudukazane.nina bakwavunela esqabathweni, abakwa malubhade amafusi ehleli, akusayiwa kwamgongo kuvimbe unowa. Bhukuda kwesinezingwenya zingamudli  zimqhelele, mthanti IKHAMBI NINA ENADLA UMUNTU NIMYENGA NGENDABA,NINA ENADLA IZIMFE ZIMBILI KWAPHUMA LALINYE  

  • Njoko, nqamane kaNsele isbhadu semvula, isthole sasiyosiswa safike sazal' unomdudukazane.Nina bakwaVunela esqabathweni, abakwa malubhade amaFusi ehleli, akusayiwa kwamgongo kuvimbe uNowa - eh Njoko.by:uMduduzi "uKierieboy" Radebe. 

Selected Category: N

Surnames