By: Andile Luvuno Luvuno , ngwane,(hlongwane) masumpa, masenga sileka, nduku zinobulongwe, zikhali ezingalingani nezamaxhegwana, nina bebutho likasangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemangwaneni, sangwelibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda, nina benkosi umatiwane, aba qhobosha ithole elintanga zingamashumi, ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu.... elakha ubhungane wamambo lunyelele, mangwane kamasumpa obamele njengomthakathi, owaphambana nenkomo izolumba..... Share
By: Andile Luvuno
Luvuno , ngwane,(hlongwane) masumpa, masenga sileka, nduku zinobulongwe, zikhali ezingalingani nezamaxhegwana, nina bebutho likasangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemangwaneni, sangwelibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda, nina benkosi umatiwane, aba qhobosha ithole elintanga zingamashumi, ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu.... elakha ubhungane wamambo lunyelele, mangwane kamasumpa obamele njengomthakathi, owaphambana nenkomo izolumba.....