NGOBE

Clan Praise(s)

  • Ngobe, Khathide, Ziyane, Mlonjane, Mphephethe, Mlombo, Mbasela, Mthontela owathontela ngezintaba zobombo, Vilivili, Hlubave, Msweli, Mangundu, Majiweni, Nkalanga, Sishongo Asishi, mfino kayivuthwa, tisha nambili kwasa tiyavusana, Maphikankani, Mgobolodla waNdinisani noNhladane, wena owadla udadewenu wathi kananyongo kanamhlehlo umhlehlo sibhabhakatana, Manxeba alungelene, wena owafika ezitheni wagqayingana okwamabele ensimini yendoda edonda ukumila, wena waseNgwede neNgwavuma. Ngobe sabela uyabizwa ezitheni.

    • Oh ayi mina nginezihlukile izithakazelo zakwaNgobe..

    • Oh ayi mina nginezihlukile izithakazelo zakwaNgobe..

Selected Category: N

Surnames