NGELEKA

Clan Praise(s)

  • Ngeleka Mjiwo Fakazi Chenge Khathula vuvu ka mbethe mhlakuva omabhakubhaku zibayezinkulu khaba elihle elakhaba esiswini sikanina izinyanga ezisishiyaga lolunye ngoba wesaba ilanga wena owaqala ngedikazi wagcina ngentombi malandelwa intombi ithi ngezeke noma inkomo ungenazo

  • Ngeleka, Fakazi, Mjiwo, Mvume, Zavuma zonke zebuy'ehlathini zazekhaya, Mzukwa

    • Bafo sincane kakhulu lezi ezakho kodwa sengizibhalile nami eziningi kodwa kuyabongeka ukuthi usiveze nesethu isibongo

Selected Category: N

Surnames