NDLELA (AMAHLUBI TRIBE)

Clan Praise(s)

  • "Ndlela, Sbhekuza, Matyeni, Nongobe Sbhekuza esaBhekuza enkundleni   kwadade-boyise uMntambose.  NgabakwaNongobe zinengozi, Nina nakham' indoda yanyel' emphandeni. AmaNala amnandi njengebele likaBelenyane, Lapho s'khamba khona s'nyanyaza ngenyongo  yembuzi.   Nina bakwaNaka-naka ng'yakhala, Izilila-gazi njengembuzi abanye belila  iinyembezi, ZiziBhekuza izala kulandela amakhosi ngoba  zithi zingamakhos' ekhabo.   Nina bakwaNyathikazi. Nina bakwa Ngiyiwe. Nina bakwa Ndokose. ngabakwaNodabekhulu. Nina bakwaMnyanyathek',  Nina mazala nkosi, ngoba nazal' inkos' uMtimkulu. Yeyheni maNala phuman' eSwazini Nize nembeleko, nizo beleth' umntwana Usenkundleni yamaHlubi ! Nina bakwa-Ludonga - dilika kade sinath'  emaxhaphuzeni."  

Selected Category: N

Surnames