NDIMANDE

Clan Praise(s)

  • bayeni, phondo olukhulu, olwagwaza phansi kwaphuma inkosi yezinyamazane. Gubedela ngokugubedela umuntu nge hemu lakhe, Msunu omude mawumfishane ufuze ekhaya konini, nina bakwankomo zingumungu zindla mabele ezabizwa ngekhwela phansi emazibukweni. oGcwensa abamhlophe nange nhliziyo abangafanelwe kufa

  • Mangcamani aka selenduna sibabona ngani, sibabona ngokuthwala siala sensele. Bakaligothswa laka Maphanga

Selected Category: N

Surnames