NDEBELE

Clan Praise(s)

  • Thinabako Mhaye ka Vananda othetelwaMatshinga no Ntshele Mwelase abangaweli ngazbuko abawela ngezinsungul wena owakwa Shlathi esihamba ngendlela wenowakwa Funisa umuntu inkonzo wena Magwaza engugwini owagwazintombi nesoka Mazankosi ninebako Dindela nina bakwa Mgolondelwa ngokuzala uKhondlo inkosi yasemaTshaleni amaTshaya phezulu ngokumbindlu Amabethelasigogo maBhele balekani imilenzibomvu Ndaba nina bakwa Bhensa nina bakwa Mahaye nina bakwa Makhapazela uNtunyelelwa wayeyisiFamona iVande lathetwa u MaNtshinga no Ntsele uma Keza ka Mshido abakwa Ndaba ngokugobamadolo imididwa edidwa ngamabala.

  • Mazalankosi wena wathethelelayo uMatshinga beno Nsele wena Vananda Mwelase owela ngempambosi zomfula bamfokazana bewela ngomncengana wena kalindamkhonto

  • Mazankosi Mwelase Wena ongaweli ngazibuko  Owela ngezimpambosi zomfula Sbhukuyi samaphangamadoda Wena owathethelelwa uMantshinga benoNsele Nyembezi Hhalahhala bemloyisa beth'uyofa nini Bamsik'amahawu namagobela Wena kamajoz'agoba ngob'agob'eSandlwana Mvanande!  

  • MazankosiNina abakwaDindelaNina abakwaMgolodelwaNgokuzala uKhondloInkosi  yaseMantshaleniAmashayela phezulngokumbindluAmabethela isigogoMaBhele balekani imilenze ebomvuNdabaNina abakwaBhensaNina abakwaMahayeNiba bakaMakhaphazelaUNtunyelelwa yaseFamonaIvande lathethwa uMatshinga noNtseleUMekeza kaMashidoAbakwaNdaba ngogoba amadoloImididwaedidwa ngamabalaMwelaseAbangaweli ngazibukoAbawela ngezinsunguloWena okwasihlathiesihamba ngendlelaWena waka funisaumuntu inkonzoWena kamagwaza engugwiniOwagwaza intombi nesokaNabongwane  

Selected Category: N

Surnames