NDAWONDE

Clan Praise(s)

  • Thina esangena endlini kwanuka utshwala sangena esibayeni kwanuka inyama saphumela phandle kwanuka ikwindla thina boZitha Zomkhomto oLabase oSbhene Senala oLuvuno oJwara oMbongwa oChochozela yithi labo! Bayeeedeee nina besizwe sikaMdubu kaMadani.

  • Ndawonde, Sbhene senala, Mdubu ka Madani, Bulisa, Gcogcozela....Nina bophanga ukufa abafokazane bephanga ukuphila... Nina enangena endlini kwanuka utshwala, nangena esibayeni kwanuka inyama, naphumela phandla kwanuka ikwindla...Jwara, Zitha, Labase, Mbongwa nina baseLenge.. Nina bangasenhla noThukela...Ndawonde

Selected Category: N

Surnames