By: Mdu Ndawo Yamela, Dazela Mdodo onga amaphela, Khoza Makhobeni, Sililela ukuphana abanye belilela ukuncishana. Yamela omazinyo amahlophe ngokungasiphuzi isijingi uphila ngentuthu yempepho njengezinkonjane zezulu. Mdlovu UMphahlwaUmphahlwa ophahle izindlela zombili eya emgungundlovu nase mgungundlovana, umagwaza ephindela njenge zulu, ihawu eladla amanye amahawu, umgibeli wehashi elimpunga elabonwa umlungwana ebheke empofanyana udumo lagwaza amajaha ayengakagwazi, umsingawodi. UmanqondoInyathikazi yokhalo, umbombombo kamachamsela unididwa ngemihla, induku emhlophe eyamila esigxhotsheni, labasakhiphe lomoya yagudleka ngalapho yakhula yaze ya isihlahla esikhulu esihlala amashinga, isigejela esimadolo abanzi isigodo esikhulu esivimbela abaya eluSuthu.CirhaOnojaholo, Ntswentswe... Share
By: nkosinathi Ndawo Ngiyazizwa lezithakazela kodwa nginokudideka omkhulu angazi noma babezinqamula yini. Ngazi ukuthi singondawo dazela khobeni yamela mncangazane wena owabelwa ukuphana nokuncishana mdadi wamaphela manje lezi ziyaphambana noma babenqamulela basidukisa kakhulu abafowethu bazi lokho nje frm Nathy Ndawo
By: Mdu Ndawo
Yamela, Dazela Mdodo onga amaphela, Khoza Makhobeni, Sililela ukuphana abanye belilela ukuncishana. Yamela omazinyo amahlophe ngokungasiphuzi isijingi uphila ngentuthu yempepho njengezinkonjane zezulu. Mdlovu UMphahlwaUmphahlwa ophahle izindlela zombili eya emgungundlovu nase mgungundlovana, umagwaza ephindela njenge zulu, ihawu eladla amanye amahawu, umgibeli wehashi elimpunga elabonwa umlungwana ebheke empofanyana udumo lagwaza amajaha ayengakagwazi, umsingawodi. UmanqondoInyathikazi yokhalo, umbombombo kamachamsela unididwa ngemihla, induku emhlophe eyamila esigxhotsheni, labasakhiphe lomoya yagudleka ngalapho yakhula yaze ya isihlahla esikhulu esihlala amashinga, isigejela esimadolo abanzi isigodo esikhulu esivimbela abaya eluSuthu.CirhaOnojaholo, Ntswentswe...
By: nkosinathi Ndawo
Ngiyazizwa lezithakazela kodwa nginokudideka omkhulu angazi noma babezinqamula yini. Ngazi ukuthi singondawo dazela khobeni yamela mncangazane wena owabelwa ukuphana nokuncishana mdadi wamaphela manje lezi ziyaphambana noma babenqamulela basidukisa kakhulu abafowethu bazi lokho nje frm Nathy Ndawo