NCOSA

Clan Praise(s)

  • Xesibe,Mganu,Bhuku,Sinqashe,Nkamangane,Mbhelu, ooMancelisa intsana phesheya komfula,ooMawela iDedesi ngez'khali,,ooSabela uyabizwa emazibukweni!,ooMbhamla!

  • Xesibe Mganu Sabela uyabizwa emazibukweni Bhuku Sinqashe Nkamangane Mancelisa intsana phesheya Komlanjazana, uMlambo oMbhelu kawuwelwa ngabantu,uwelwa zinkonjane kuphela,Mbhamla,Bantu abangathi Nkosi emntwini kuba bezinkosi ngokwabo,izinto ezimnyama zihlula ngisho isepha ,Nina enadela uBumbo , Mhla niwela iDedesi ngez'khali, izizwe zathi Aah wawela uMzimkhulu ka Njanya,Magorha amakhulu,Bhukuz' izizwe Mnyelela no Mphakazi -: Aah Sabela uyabizwa emazibukweni! ,Malandelwa ziintombi!,Tshin'eybheka! -: surnames like Gqwetha ect

    • Sawbona Mfwethu wakithi angazi noma unguMzulu, iBhaca or Xhosa kodwa kulungile ke ayikho iNkinga Mina ngingowakwa Ncosa lapha e South Coast eMgababa KZN nginguMzulu phaqa Angikuphikisi kodwa oNcosa bangaBambo Nguni originally, babe Tekela kodwa ngokuhamba kwesikhathi bagcine sebe Zunda isiNtungwa Nguni laphaya emhlabeni wabo e Mooi River Natal Ezami ke izithakazelo ezingenaso isiNdiki Nguni(Xhosa) zihamba kanje Ncosa Bhuku Sinqashe Nkamangane uMfazi webelelide oncelisa iNgane phesheya komfudlazana ! Wena Mashequza enkundleni bese kujabule iNtokazi, Mbhamla Nina abakwa Mnyelela noMphakazi oMazila ngoMkhonto abafokazi Bezila ngezinyembezi! Manzini Gemfu Mathosa Nhlanga eyaphuma kuqala Yathi ay'nguMganu wokudliwa ziNdlovu Kepha siyi Zilo ezidla iNdlovu uqobo lwayo, iZilo ezibhodlela phansi ngokuhlonipha isithunzi seNkosi ! Ndlamadoda Ndlazitha Ngobazitha Balethe ! Dlaligwavuma !

  • Clan Praises: Bhuku, owabhukuza izizwe nezizwana,ezinye zasala phansi, ezinye zambalekela!,Sinqashi, Nkamangane,Mancelisa ingane phesheya komfula,Mbhamla,Bantu abamnyama abahlula insipho,bamnyama kanye nezinja zabo,Mfula kawuwelwa uwelwa zinkonjane kuphela,Gemfu. or Bhuku, Sinqashe, Nkamangana, Mganu, Mfaz'webelelide oncelisa zonke iintsana nangaphesheya komlanjazana, Sabela uyabizwa emazibukweni, Xesibe, Bhuku owabhukuza izizwe nezizwana,wabhukuza iintsana Kunye nez'mfamona, into kaMganu eyathu ukungena enkundleni, yabhukula kwatsho kwavela iThokazi, Wulawula iinyosi. History: OoNcosa bavela kwa Xesibe umnombo nolibo lwabo luthi uXesibe wazala uMganu yena wazala amadodana amathathu kumfazi uMandebele, owuqala nguMambi,owesibili nguSinqashi,owesithathu,nguMandala.uSinqashi wazala uNkamangane yena wazala amawele Bhuku no Qadu, ngeshwa uQadu waphangalala engenandlalifa kodwa umfowabo uBhuku wazala wachuma wanda.isizukulwane sakhe sitholakala kakhulu empuma koloni e Mount Aylief "emaXesibeni" ngaphansi kweNkosi uJojo wakwa Sinama ophethe amaxesibe wakwa Mganu.uNcosa yena utholakala eMzimkhulu kwa Zulu emaBhaceni ezigodini ezahlukene.uBhuku wabayinhloko noyise wesizukulwane sakhe.wangena ngaphansi kuka Madzikane mhla amaxesibe kanye namaBhaca esasebenzosana ukulwa izimpi,abaye ooBhuku bashiyeka eMount Frere eMabhobho kwaBhaca, OoNcosa bahamba noMdutshane ukufika emzimkhulu.unjalo umnombo, umlandu nomlando woBhuku bakwa Ncosa

    • added by Shiya Ncosa Aah Manyisela koMlanjazana! surnames of the Bhuku clan are as follow ,Daka,Sifolo,Dandala,Mphalulo,Quvane,Njuban,Mphephanduku,Bhumka,Hantana,Masela,Sifede,Mzimba,Ncosa,Jebe,Makhalane,Baneka,Bodlweni,Ntshinga kunye nezinye ect subject to Research

Selected Category: N

Surnames