MSIBI

Clan Praise(s)

  • Msibi, ndlondlo enophaph’ ekhanda, mabuya, ngwenyama, gasa ka siwela, dlabayela, guliwe, zingasabuyi zabuya emgangatho,nayibona ngani ingwenyama na? sayibona ngamabala okukhanya,nina bakwamgoqo kawuvalwa uvalwa ngamakhanda amadoda,nina bakasilila ngomkhonto abanye belila ngezinyembezi, nina bakambuya kayikhiwa ikhiwa ngamayeko amabili elinye elokuthulisa abantwana, nina bakazidumo kazipheli  ziyophela empolonjeni, nina bakwazwide kabongwa ubongwa ngesilimela nekwekwezi,siveskhulu,khotha,wena owadla ubulongwe walibala,nina bakwansimbi ihamba njengesambane, sona esamb’ umgodi sangawulali, nina enaphuza kanzama nase niyaqobolodela.  

  • 1.Msibi Ndlondlo Gasa ngwenyama kamabuya guliwe Ndlondlo eyadla ubulongwe yalibala Siwela Gasa . 2.Msibi Ndlondl eyadl ubulongwe yalibala Gasa Gasa wengwenyama Mabuya owabuya naseMgangatha Mbuya kayikhiwa ikhiwa ngamageka amabili Sende lakhalipha kwezikhali . writen by Siphamandla ka-ndlondlo msibi in BHS...find me on facebook Sphamandla msibi.Contactz 081 480 7474

Surnames