MANGENA

Clan Praise(s)

  • Mangena, Ndaba, Khulu, Nqamane, Mabaso, Tshibase, Bhadela, Nununu, Mntungwa Mbulaz'omnyama Nina bakaBhej' eseNgome; Donda Nin' enadl'umuntu nimyenga ngendaba Nin' enadl' izimf'ezimbili ikhambi laphuma lilinye Lobengula kaMzilikazi Mzilikazi kaMashobana.

  • Mangena M'khubane/Khabane, Nsele kaNdaba, Mathunjwa, Mvubu silwane samanzi, mathunjwa emanzini, M'gasela, Qoqolazitha, Mdluli kamabongwa, Ntsibande, Zuzakuhle kaMvubu

  • zuke, umbedu, okambona owabulawa njengenyamazane, bikelwayo, zuza kuhle kamvubu, mangena.

  • Mwelase Ongaweli ngezibuko Owela  ngezimpambosi  zomfula Gumede! Msuth  ' owawela  ngesihlengela Malinga! Hhododo Oth’ esayovela Kanti  kuvela  okaNoMkobo  noMsuthu Khoza  ozidlodlo Khoza  ozihhohodo! Mkhathini! Sokhabase! Mlilo!  Gumede! Zingelwayo! Sikhala  sezintaba  zaseSandlwane, Nina bakajozi libomvu, Mkhonto ubuya nezibindi! Mlotshwa Msuthu Mkhathini Ntshingwayo, Skhothana Mabona Nomageja Hlabisa Ndlandla Ntshamase Hlabisa Sphanabantwana Ndlela ehamb' ekhaya Wayanqamula kwamlandakazi  

  •  zibula, mvalo, skhetho sokophulela amavilazana, nomandla, hlwane, sgayela, xuza, gxothwayo, ntshingwayo, sokhabase, sihlahla somnquma sigawulwa sihluma, mesabiso, mgangca!

Surnames