MAKATHA

Clan Praise(s)

  • kheswa nozulu liyasa liyasibekela mpofana ,mnguno muhle wakwamchumane ,mpangazitha ,bafazi bamabele made bancelisa bengaphesheya komfula, onothukela sdina mpukane zakhahlela gxamgxam weziziba izimpofane ezawela uthukela nomlazane onameva neza nimachochombela njenge nkwindla usuthu oluzalela izinja lingazalela izinzule lingahlanya bhukwini kuza kwe nkwindla kuza kukuhle kumacwacwabezi

Surnames