MAHLINZA

Clan Praise(s)

  • Mahlinza! Dlamane! Mlenz'ubovu!Mandondo! Bhoboza kwenile! Makhuluphala!nina enambatha amahiya amhlophe njengabelungu. Viliza! Makhonkwane.Baqambi bengoma bangayivumi.Nina enathi nidla ezinye kanti senidla ezomhlahlandlela, bophungwa bengezwa njengeskhonyane, nina enathi ningezwa udaba naqonda emkhontweni. MAHLINZA!!! DLAMANE!!!  

Surnames