LUVUNO

Clan Praise(s)

  • Luvuno, Cebisa, Maphanga, Mthiyane, Dladlame, Mbohlaza

  • luvuno , ngwane,(hlongwane) masumpa, lamula, ngwekazi, masumpa, masenga sileka, nduku zinobulongwe, zikhali ezingalingani nezamaxhegwana, nina bebutho likasangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemangwaneni, sangwelibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda, nina benkosi umatiwane, aba qhobosha ithole elintanga zingamashumi, ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu.... elakha ubhungane wamambo lunyelele, mangwane kamasumpa obamele njengomthakathi, owaphambana nenkomo izolumba.....   Edit   Share   Comments (0)   Favorite   Delete

  • Malembe, Mthiyane, Cebisa,dladlami,Makhaza,Mlotshwa,Ndawonde,Jele,Nhlapo,Khabela,Mchwechwe. 

    • Bakhona oo Luvuno abango Hlongwane, Zikhali oo Ngwane. O Ngwane laba bangama Zulu. U Sobhuza uphuma kubo kodwa bonke bayisizwe sika nkosi U Matiwane.

Selected Category: L

Surnames