LUTHULI

Clan Praise(s)

  • Mshibe! Madlanduna! Mavela! Mashiza! Nonopha! Dambela! Mnini! Zakwe! Zuba!  abadl' insikazi belambile. ngoze ngikwenz' owangenza khona. nina eningawadl' amasi ningawanikiwe. nesab' amas' ehla ngendololwana. nina bakwa mashisa! ndlwan' enhle. sigencagenca mbaz' ebukhali. malal' aqhamuk' ngezansi. zingwazi ezidla inyama abanye bedl' inyamazane. Nin' Enavel' Enkomen' abanye bevel' ebantwini. Ngoze ngikwenze owangenza khona!  Luthuli lwezinkom' elwavel' ezinkomeni zitshakadula Mshibe ka Nonopha Mshibe kamakhiph' inj' efukwini kuzalele yena. Donda!!!

  • Mshibe, Madlanduna, abadl' insikazi belambile.Ngoze ngikwenz' owangenza khona.Nina eningawadl' amasi ningawanikiwe.Nesab' amas' ehla ngendololwana. Nina bakwa Mashisa! Ndlwan' enhle. Sigencagenca mbaz' ebukhali. Malal' aqhamuk' ngezansi. Zingwazi ezidla inyama abanye bedl' inyamazane.Mavel' enkomeni abanye bevel' ebantwini.Luthuli lwezinkomo!Mshibe ka NonophaMshibe kaMakhiph' inj' efukwini kuzalele yena. Donda!!!

Selected Category: L

Surnames