By: Me The King Mthimkhulu, Bhungane kaNsele, Zikode, Gob’izembe, Bhong’onekhala Makhulukhulu, Mpangazitha, Sothondoshe Ziyengane eziyeng’umuntu, zimyenga ngendaba, Bathi uBhungane uyaphalaza, Umanyele ncenceni Mashiya amahle, amade anjengawenyamazane, Mafuz'afulele njengelifu lemvula, S'goloza esimehlo abomvu esibheka umuntu kube sengathi siyamujamela, Ndlubu zamil’ebubini, ngoba zesab’ukwehlela, Ingab’emhlabeni zesabani? Nina enindlebe zikhanya ilanga, Nina enindlebe zinhle zombili, Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde luyakhothama, Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele, Mahlubi amahle, Nina maHlubi anzipho zimnyama ngokuqhwayana, Mashwabadela owashwabadela inkomo kanye nezimpondo zayo, Ngelengele! Share
By: Khanya Lupalule Radebe, Mthimkhulu, Bhungane, Mashwabade, owashwabadela inkokomo nempondo, ndlebentle zombili, nNasele uMakhulukhulu, umkhulu Nkulunkulu, kodwa awunga ngoBhungane, wena uziqu zintathu kodwa uBhungane uziqu ezimakhulu Share
By: Me The King
Mthimkhulu, Bhungane kaNsele, Zikode, Gob’izembe, Bhong’onekhala Makhulukhulu, Mpangazitha, Sothondoshe Ziyengane eziyeng’umuntu, zimyenga ngendaba, Bathi uBhungane uyaphalaza, Umanyele ncenceni Mashiya amahle, amade anjengawenyamazane, Mafuz'afulele njengelifu lemvula, S'goloza esimehlo abomvu esibheka umuntu kube sengathi siyamujamela, Ndlubu zamil’ebubini, ngoba zesab’ukwehlela, Ingab’emhlabeni zesabani? Nina enindlebe zikhanya ilanga, Nina enindlebe zinhle zombili, Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde luyakhothama, Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele, Mahlubi amahle, Nina maHlubi anzipho zimnyama ngokuqhwayana, Mashwabadela owashwabadela inkomo kanye nezimpondo zayo, Ngelengele!
By: Khanya Lupalule
Radebe, Mthimkhulu, Bhungane, Mashwabade, owashwabadela inkokomo nempondo, ndlebentle zombili, nNasele uMakhulukhulu, umkhulu Nkulunkulu, kodwa awunga ngoBhungane, wena uziqu zintathu kodwa uBhungane uziqu ezimakhulu
By: khanya Lupalule
Umkhulu Bhungane, kodwa awungango Nkulunkulu.
By: khanya Lupalule
Umkhulu Bhungane, kodwa awungango Nkulunkulu.