By: Mafukufuku Ndindana Onyonyana, onyonebengwayo, engacuthwayo, nyonenhle, efefe, egarigamkumba, embizankulu, ephekelwa izihambi zidle zisuthe, sona sisu sesihambi singenganani, singango phonjwana lweMbuzi, ekwamulanyika, abakwamulela inkosi bathi kwamu, yakhiphi lizwi lokuthi bahambe lapho abathanda khona, kwamangala isizwe sonke, emketsi wezinketsi, mzila awulandelwa, ngawulandela uyazibambezela, insolobela. Share
By: Mafukufuku Ndindana
Onyonyana, onyonebengwayo, engacuthwayo, nyonenhle, efefe, egarigamkumba, embizankulu, ephekelwa izihambi zidle zisuthe, sona sisu sesihambi singenganani, singango phonjwana lweMbuzi, ekwamulanyika, abakwamulela inkosi bathi kwamu, yakhiphi lizwi lokuthi bahambe lapho abathanda khona, kwamangala isizwe sonke, emketsi wezinketsi, mzila awulandelwa, ngawulandela uyazibambezela, insolobela.