By: olwetu ndawonde Lembede,Ndima,Bayeni Sibhuzi Esimqala, Qomisa Ngithele Ungipheke Encumbeni Nina Bakasipholopholwane Ukudla Kwenu Kuhle kunje ngo Bandla Khulu Gida Kahle Gida Mnewethu ---------------------HISTORY ------------------------- Ngokudabuka Sidabuka eMachunwini (eMsinga Embangweni).Izihlobo zami o-Majola,Mchunu (Macingwane),Umchunu wayenamadodana amathathu lawa alandelayo 1.Umacingwane(Wayeyivila kodwa eyinkosana), 2.Umajola(Wayenochuku efuna ubukhosi kumaCingwane), 3. Ulembede(Wayelime kakhulu): Ukhokho wami uMagqamuza Egwele Umajekeza Kanina wayeyinkosi yase Machunwini eyayivele ihlabe nje kungonakele lutho and Ulembede uwukhokho wokhokho owabulawa uShaka emgwaza ngomkhonto esesuthi inyama yakhe eqeda ukubusiswa uLembede and ukumbulala kwakhe uShaka wenza sengathi uyagiya kanti ufuna ukumjuma ngoba wayemsaba kakhulu ingakho ke uzwa kuthiwa Ushaka ilembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha ingoba wathi mayeqeda ukugwaza uLembede wase eyameqa kwabaleka abantu. Share
By: olwetu ndawonde
Lembede,Ndima,Bayeni Sibhuzi Esimqala, Qomisa Ngithele Ungipheke Encumbeni Nina Bakasipholopholwane Ukudla Kwenu Kuhle kunje ngo Bandla Khulu Gida Kahle Gida Mnewethu ---------------------HISTORY ------------------------- Ngokudabuka Sidabuka eMachunwini (eMsinga Embangweni).Izihlobo zami o-Majola,Mchunu (Macingwane),Umchunu wayenamadodana amathathu lawa alandelayo 1.Umacingwane(Wayeyivila kodwa eyinkosana), 2.Umajola(Wayenochuku efuna ubukhosi kumaCingwane), 3. Ulembede(Wayelime kakhulu): Ukhokho wami uMagqamuza Egwele Umajekeza Kanina wayeyinkosi yase Machunwini eyayivele ihlabe nje kungonakele lutho and Ulembede uwukhokho wokhokho owabulawa uShaka emgwaza ngomkhonto esesuthi inyama yakhe eqeda ukubusiswa uLembede and ukumbulala kwakhe uShaka wenza sengathi uyagiya kanti ufuna ukumjuma ngoba wayemsaba kakhulu ingakho ke uzwa kuthiwa Ushaka ilembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha ingoba wathi mayeqeda ukugwaza uLembede wase eyameqa kwabaleka abantu.