KHOMO (ZULU)

Clan Praise(s)

  • Isibongo sakwaKhomo sidabuka kwaSbiya Sehlukene izigatshana naso ngokwaso, ngizothatha uKhomo Zamisa, ngimshiye uPhambuka nezinye. Loluhlangothi lukaKhomo lwabaleka ngesikhathi sezimpi zeMfecane bayokhosela kwaXhosa bafika baphenduka amaMpondo, kodwa nakhona babuya bazinze eMpumalanga duze neNkosi uMakhanya lapho namanje babizwa ngamampondo... Khomo, Zamisa, Mbundu, Yiga, Nomenco, Ncamuza kancane abanye bencamuza kakhulu, Mnyaphane, Khomo ongathethi othetha ngoba konakele, Sbiya ngezinkomo abafokazana bebiya ngamahlahla. kukhona noKhomo Phambuka yena ngingene manje kuye...

  • khomosibiya, qwabe, gumede, ndaba, gazu,nandisa, mbende, sotobe, phakathwayo, khathi,zamisa sibiya ngenkomo abafokazana bebiya ngamahlahlaqwabe kamalandela. mnguni.gazu kazembethezingelwayo. mkhananda owahamba nogodokazi wawela umfolozi kwahhiya.manyelela njengentombi iy'esokeni.khomo!zamisa nina bakankomo isengelwa emaweni, yasengelwa esibayeni akuyona eyakhona.mgxebe kayothokhathi! nandisasotobe kampangalala! nobiyamagamanxane kangobe, ngobe esemngeni. nogwaza wom'belebele.sikhobobo qhawe labaqulusi.ndaba komkhulu. gumede!

    • I think the editor just put together a collection of few praise names from each surname, and that is misleading those who do not know... For more info please contact me... wwww.bhande.co.za mail@bhande.co.za

Surnames