KHANYILE

Clan Praise(s)

  • Sothole, s'tshopo, othi udli nkomo kanti udl'impisi, umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona, odl' isinkwa esknothotho, mahamba kancane Sogodi, Ngwane, phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda, shalashala elihle elithukuvuma ukulandula, ntunjwa kaLanga;Mthiyane; Ndwandwe;Zikode, mabhuqa ,  Ngwane, uLanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina, inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa (Skhuthazo Khanyile) 

Surnames