KHALALA

Clan Praise(s)

  • Khalala Mnguni Bhayi Nozombe Nozeleni Mdubela owaduba inkomo emnyama wafuna emhlophe ngoba isengwa kakhulu Nozungeleza ozungelezwa izingwenya zingamudli zidla amagwebu esiziba Gumede kaNdaba Khondlo Qwabe Yeyeye Mpangazitha,Sdlabehlezi abathi bedla babe beyenga umuntu ngendaba,bethi dlula umfazi ubeyethe kayikhuni kanti akabeyethe bahlinza imbuzi,Smamane

Surnames