By: S.B. Keswa Keswa/Khesa/Kheswa Nozulu liyasa liyasibekela, Mngun' omuhle mpofana ezawela uThukela nomlazane onameva, neza nimachochombela njenge kwindla, Obafazi abamabele amade, bancelisa abantwana bengaphesheya koThukela NOZULU! MPOFANA! Lwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane eziphaphela phezu lu. Mpofana ezawela uThukela nomlazane onameva. Zulu livela limacebecebe njengomthathambo weliphezulu, umfazi omabele amade ancelisa umtwana ngapheshaya koThukela. Kasinganani siphelela esondweni lengubo. Sicobonyeka njengomboni we nkwindla. uNguni Omuhle unkabi azibekwa zombili ziyabulalana u Jobe ondlebe zikhanyi langa. u Nozulu ongesabi ngakusatshiswa. Donda!! Share
By: BALASE MASHININI KeswaNozuluLiyasa liyasibekelaMpofane 'zawela uThukela nomlazane onamevaNiza nimachochombela okwe kwindlaMnguni Share
By: S.B. Keswa
Keswa/Khesa/Kheswa Nozulu liyasa liyasibekela, Mngun' omuhle mpofana ezawela uThukela nomlazane onameva, neza nimachochombela njenge kwindla, Obafazi abamabele amade, bancelisa abantwana bengaphesheya koThukela NOZULU! MPOFANA! Lwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane eziphaphela phezu lu. Mpofana ezawela uThukela nomlazane onameva. Zulu livela limacebecebe njengomthathambo weliphezulu, umfazi omabele amade ancelisa umtwana ngapheshaya koThukela. Kasinganani siphelela esondweni lengubo. Sicobonyeka njengomboni we nkwindla. uNguni Omuhle unkabi azibekwa zombili ziyabulalana u Jobe ondlebe zikhanyi langa. u Nozulu ongesabi ngakusatshiswa. Donda!!
By: BALASE MASHININI
KeswaNozuluLiyasa liyasibekelaMpofane 'zawela uThukela nomlazane onamevaNiza nimachochombela okwe kwindlaMnguni