JUBANE

Clan Praise(s)

  • Jubane surname Jubane, Damane, Mvalo,Mahlabane,lonkosi onganyathikazi, Thubane Kamyeni Mgoqo ovale izintombi zenkosi zisiya KwaZulu, Mvalo ongotshana, nina baka Donda weziziba ngomthwalo wakwa Mabaso, nina enayala ukubusa ngamabomo nathi akubuse isigwegwe sika Bingweni, bantwana benkosi nina enembatha isikhumba ngasoboyeni amanye amantungwa esihlanekela, Mgoqo,Sobuyase, Damane Mantungwa amahle, Makhosi amakhulu Zinkosi Zamanala,Ndabezitha

  • Jubane, Damane, Lonkosi, Mahlabane onganyathikazi, Thubane kaMyeni, Mvalo Ongotshana, Ovalel'izintombi zenkosi zisiya kwaba kazulu, Lonkosi wamanala, Emhlane omuhle ngokubeletha amakhosazana, Isala kubusa ngabomo, Bathi kubuse isigwegwe sikaBingweni, Mbathagwe ngeboyeni Amantungwa beyihlanekela, Thubana likaQwabi.  

Selected Category: J

Surnames