JALUBANE

Clan Praise(s)

  • Ngubane, Mbovu, Somahhashi, Nyoniyezwe, Nomafu, Myaluza, Ngcukumane,Zikode elimhlophe, Matomela, Nzombane, Ngogozabantu, Nomasikisiki,Nyon'esindwa sisila sayo,Ndoda kaNyamazane, kaSodlelezi esadl'amabel'amlhophe sawashiya nenkehlane,Ngcingc'ephuza kwezid'iziziba, uma ingaphuza kwezimfushane umlomo ungabuya nodaka,Vathu oluphezulu ngoba oluphansi olwabafokazane,Nina baseMabovini okwakhala inkomo kwakhala imbuzi kwasha imiziNomaphikwane mgubho   nina eniphemba ngenyama izilwane izimbi ezilwa zodwa mazibona inyama. ntwananhle

Selected Category: J

Surnames