there is no difference between the two except that one is swazi and the other is zulu. the main difference is in the praises, thats all. i have lived in swaziland and in durban, hence i know. further, remember that the swazis and the zulus were once one nation. the split came when the two kings then argued over grazingf land. when the zulu king chose to be violent, the swazi king chose to peacefully walk away and settled in what is now swaziland.
By: Cebile Hlophe
Hlophe Mabhengu, kukhala lobovu, lkhambule lwamabhengu, lakngavalwa khona ngemivalo kvalwa ngetinhloko temadvodza, inyoni leyahlala etulu escongweni klabthelezi, uzuzukhala nektsukutsela, uyotsi uyahlaba ubone umlomo netimphumulo, Hlophe netinyawo takhe letimhlophe.
By: Nolwazi Hlophe
Hlophe Mabhengu Kukhala Lobovu, Mkhonkosi, Nabo Nkhosi Nabo Ngwane, Jojo Nyoni lenhle lengahlali Phansi lendlalelwa esihlanjini
By: puleng hlophe
hlophe samela thumbeza kamyeni intombi zenda ngonyezi zabafokazana zenda ngobumnyama ziyabuya emendweni zotsho nompula xolo dlezi hlophe mabhengu khonkosi kukhala nobokhosi akuvalwa ngamivalo kuvalwa ngemakhandza emadvodza hlophe! mabhengu! by puleng hlophe from zebediela makgophong
By: Simosakhe Hlophe
Hlophe, Thumbeza, Miyeni, Samela Ntombi zenda ngoNyezi ezabafokazana zenda ngobumyama, sikhwebu esagcwala ingobo sisiNye.
By: Xolani Hlophe
OHlophe basuka ESWAZILAND, bafike bangena ngaphansi kobukhosi baKwaZulu bakhonza ngaphansi kweSilo uMpande kaSenzangakhona. Ngenxa yezimpi ngonyaka we-1881, abakwaHlophe bebeholwa nguMswanyana kaGajula, kaSondo owele uThukela walibangisa eNdwedwe. Kuthe sebewele uThukela uMswanyana wakhothama, base beholwa yiNkosi Nhlanganiso efike yaphumula oThongathi ngaphansi. INkosi Nhlanganiso ithume uMantingwana – okungumfowabo omdala ngokuzalwa kodwa ongowasekhohlo ukuthi afune indawo abazokwakha kuyona. UMantingwana uthole indawo yakwaNkumba-Nyuswa ngaphansi kweNkosi uDubeyana Ngcobo. Kuthe befika kule ndawo, kwaba khona ukungaboni ngaso linye kuMantingwana neNkosi uNhlanganiso. INkosi uNhlanganiso ifune izinkomo ezilobole udadewabo, uNomakloba ezidliwe nguyise kaMantingana, ithi makazikhokhe. Ngaleso sikhathi uMantingwana ubengamele umhlaba ngaphansi kweNkosi uShozi. Ubuze kumfowabo ukuthi kungani amkhokhise izinkomo ezingadliwanga nguyena ekubeni yena emtholele indawo ehle. Lamazwi kaMantingwana enze ukuba uNhlanganiso ayidube indawo yaseMangangeni wakha imizi yakhe eHangane, eNkungwini, eNomathiya naKwaDingiza. INkosi uNhlanganiso ikhothame ngonyaka we-1882 kwabamba uMkhuzo, ebambele uMbango kaNhlanganiso. UMbango ukhothame ngonyaka we-1939, uZwelibansi kaMbango uhlale esihlalweni sobukhosi. UZwelibanzi ukhothame ngonyaka we-1947, kwabamba uNobongwe ebambele uMzingelwa ogule ngengqondo ebekwa esihlalweni sobukhosi, okugcine sekubamba uMvemve. Umndeni kuthiwa ugcine uthi uMvemve makabekwe njengeNkosi. Esekhotheme uMvemve ngonyaka we-1987, kubambe uGobodisa ebambela uBongani Vukani kaMzingelwa obefihliwe. Esekhotheme uGobodisa kuphinde kwabamba uKumakwakhe ngenxa yokuthi ubengakabuyi uBongani kaMzingelwa. UBongani kaMzingelwa ubuye wabekwa esihlalweni sobukhosi ngonyaka wezi-2000. UBukhosi basendlini enkulu kaHlophe bume kanje: uHlophe uzale uSondo, uSondo uzale uGajula, uGajula uzale uMswanyana, uMswanyana uzale uNhlanganiso, uNhlanganiso uzale uMbango, uMbango uzale uZwelibanzi, uZwelibanzi uzale uMzingelwa, uMzingelwa uzale inkosi ebusayo eNdwedwe uBongani. Endlini yasekhohlo esale eMangangeni uMantingwana uzale uMahlathini, uMahlathini uzale uNdukwana, uNdukwana uzale uNzolothi noBafana. uBafana uzale uGodlani (Godlumkhonto). Izibongo eziphume kwaHlophe nguMteshana, Goge noMhlophe. Izithakazelo: Hlophe, Sameya (Samela), Thumbeza, Izintombi zenda ngonyezi ezabafokazana zenda ngobumnyama, Wena kaMyeni, kaSondo, kaGajula!
By: Khaya Mteshane
Sibonge Thumbeza ngomlando onzulu.
By: Khaya Mteshane
Sibonge Thumbeza ngomlando onzulu.
By: puleng hlophe
mabhengu
By: Wakahina
Hlophe! Samela Thumbeza kamyeni intombi zenda ngonyezi zabafokazana zenda ngobumnyama ziyabuya emendweni Zotsho Nompula Xolo Dlezi----------- Swazi ---------------------- Hlophe! Mabhengu! Khonkosi! Kukhala! Nabonkhosi!Nabonkhosi lenhle yaka lakubheka, jojo lobovu!Akuvalwa ngamivalo kuvalwa ngemakhandza emadvodza!Hlophe! Mabhengu!
By: MK Hlophe
there is no difference between the two except that one is swazi and the other is zulu. the main difference is in the praises, thats all. i have lived in swaziland and in durban, hence i know. further, remember that the swazis and the zulus were once one nation. the split came when the two kings then argued over grazingf land. when the zulu king chose to be violent, the swazi king chose to peacefully walk away and settled in what is now swaziland.
By: puleng hlophe
Ke hlophe ka sebile
By: Seluleko Samela
Ngaba ukephi umehluko phakathi kwalaba hlophe bobabili?#confussed#
By: Seluleko Samela
Ngaba ukephi umehluko phakathi kwalaba hlophe bobabili?#confussed#