GUMEDE

Clan Praise(s)

  • Its all in there already however a big part of who we really are within the context of the greater kingdom is reference to us as "Amazala nkosi".

    • Thaniya Qwabe Ngicela ukulungisa iphutha elincane nje. Siyakhana mziwakwethu. Kukhona othe, indlu wakwaSibiya indlu yaseKhohlwa kwaGumede. Cha, indlu yakwaSibiya indlu enkulu kwaGumede. Okwesibili akukaze kube khona inkosi yakwaSibiya. Phela kwaSibiya akusona isizwe, yindlu. Iqiniso ukuthi kuBaNguni naBaNtungwa, uGumede yiyo indlu enkulu. Kepha ke bese kuba khona izindlu ezihlukile kwaGumede. uGumede qobo lwakhe wakha umuzi waseShobeni (izibongo zakhona ngoKhoza (Mahlase), Sibisi, Msibi, Ziqubu etc). Inkosana yakhe ingonyama uYeyeye. uYeyeye umuzi wakhe yiseMazimeleni (izibongo zakhona ngo Mzimela, Phakathi, Mcoyi, Mnguni,). inkosana kaYeyeye uMnguni. uMnguni inkosana yakhe uLuzumana, yena umuzi wakhe uSibiya ngenkomo. Inkosana yakwaSibiya ngenkomo ingonyama uMalandela. umnawe kaMalandela kwaSibiya ngenkomo nguMyende (ozala abantu bakwaKhomo). inkosana kaMalandela ingonyama uQwabe. uMnawe kaQwabe kwaSibiya ngenkomo uZingelwayo. uMuzi kaQwabe iNgoye (indawo isibizwa ngomuzi wakhe). uQwabe uzale uNdaba kwaSibiya ngenkomo eBabanango. Kwathi oNgoye wazala uSidinane. inzalo kaQwabe yasoNgoye izibiza ngesibongo uQwabe, kuthi inzalo yakhe yakwaSibiya ngenkomo izibize ngoSibiya. uQwabe ulandelwe nguNdaba esihlalweni sobukhosi, uNdaba yena walandelwa uGazu, yena walandelwa uNtusi (Mdladla). Wonke lamakhosi, amakhosi kaNguni endlini yakwaSibiya. uNtusi oketulwe ngabakaQwabe basoNgoye. Emuva kokungena kwabakaQwabe, bengena ngoSimamane waseMabhedwini kanye nendodana yakhe uKhuzwayo (inkosana kaSimamane uLufutha, kanti ikhohlwa uMakhanya), akuzange kube khona inkosi yabenguni endlini yakwaSibiya, futhi akuzange kube khona inkosi yakwaSibiya. inkosana kaNtusi uMqeku yena wabaleka waya emfolozi, emahlabathini. izwe liphathwe ngabakwaQwabe basoNgoye baze bakhishwa uShaka kaSenzangakhona, mhla ebulala uPhakathwayo kaKhondlo waseMthandeni. Lokhu kusho ukuthi kwaNguni indlu enkulu ngeyakwaSibiya kodwa ubukhosi bagcina busezandleni zakwaQwabe. abakwaQwabe bakhishwa ngabanewabo bakwaZulu. Yebo phela inkosana inkosana akushintshi. Lokho kusho ukuthi izinhloko zomuzi wakwaSibiya yizo amakhosana akwaGumede, kodwa kusuka uMqeku ayengabusi izwe. oMgxebe, Manyelela izinduna zakwaQwabe. oSotobe, Nogwaza, Sikhobobo babeyizinduna zakwaZulu.

  • Gumede,Qwabe,wena kaMalandela kaluzumana,Phakathwayo kaKhondlo kaMncinci,osidlabehlezi kaPhakathwayo abathi bedla bebe yenga umuntu  ngendaba bethi dluya kubeyethwe umakoti ubeyethe kabukhuni kanti bahlinza imbuzi,wena owabuza intaba ngabomu wathi ntabani leya? zaphendula icathalala zathi "uNgoye Gumede,uNgoye Phakathwayo" wena waseMthandeni ezweni loju nezinyosi,Mpangazitha ozikhangayo,Mnguni kaYeyeye,Khondlo,Wena kaNjakaba kaSophana,Meseni kaMusi ,Mkhayiphe kaGodolozi BY: Lindukuthula Gumede at lindagumede@cellc.blackberry.com (STANGER DARNALL)

    • Thaniya Qwabe Ngicela ukulungisa iphutha elincane nje. Siyakhana mziwakwethu. Kukhona othe, indlu wakwaSibiya indlu yaseKhohlwa kwaGumede. Cha, indlu yakwaSibiya indlu enkulu kwaGumede. Okwesibili akukaze kube khona inkosi yakwaSibiya. Phela kwaSibiya akusona isizwe, yindlu. Iqiniso ukuthi kuBaNguni naBaNtungwa, uGumede yiyo indlu enkulu. Kepha ke bese kuba khona izindlu ezihlukile kwaGumede. uGumede qobo lwakhe wakha umuzi waseShobeni (izibongo zakhona ngoKhoza (Mahlase), Sibisi, Msibi, Ziqubu etc). Inkosana yakhe ingonyama uYeyeye. uYeyeye umuzi wakhe yiseMazimeleni (izibongo zakhona ngo Mzimela, Phakathi, Mcoyi, Mnguni,). inkosana kaYeyeye uMnguni. uMnguni inkosana yakhe uLuzumana, yena umuzi wakhe uSibiya ngenkomo. Inkosana yakwaSibiya ngenkomo ingonyama uMalandela. umnawe kaMalandela kwaSibiya ngenkomo nguMyende (ozala abantu bakwaKhomo). inkosana kaMalandela ingonyama uQwabe. uMnawe kaQwabe kwaSibiya ngenkomo uZingelwayo. uMuzi kaQwabe iNgoye (indawo isibizwa ngomuzi wakhe). uQwabe uzale uNdaba kwaSibiya ngenkomo eBabanango. Kwathi oNgoye wazala uSidinane. inzalo kaQwabe yasoNgoye izibiza ngesibongo uQwabe, kuthi inzalo yakhe yakwaSibiya ngenkomo izibize ngoSibiya. uQwabe ulandelwe nguNdaba esihlalweni sobukhosi, uNdaba yena walandelwa uGazu, yena walandelwa uNtusi (Mdladla). Wonke lamakhosi, amakhosi kaNguni endlini yakwaSibiya. uNtusi oketulwe ngabakaQwabe basoNgoye. Emuva kokungena kwabakaQwabe, bengena ngoSimamane waseMabhedwini kanye nendodana yakhe uKhuzwayo (inkosana kaSimamane uLufutha, kanti ikhohlwa uMakhanya), akuzange kube khona inkosi yabenguni endlini yakwaSibiya, futhi akuzange kube khona inkosi yakwaSibiya. inkosana kaNtusi uMqeku yena wabaleka waya emfolozi, emahlabathini. izwe liphathwe ngabakwaQwabe basoNgoye baze bakhishwa uShaka kaSenzangakhona, mhla ebulala uPhakathwayo kaKhondlo waseMthandeni. Lokhu kusho ukuthi kwaNguni indlu enkulu ngeyakwaSibiya kodwa ubukhosi bagcina busezandleni zakwaQwabe. abakwaQwabe bakhishwa ngabanewabo bakwaZulu. Yebo phela inkosana inkosana akushintshi. Lokho kusho ukuthi izinhloko zomuzi wakwaSibiya yizo amakhosana akwaGumede, kodwa kusuka uMqeku ayengabusi izwe. oMgxebe, Manyelela izinduna zakwaQwabe. oSotobe, Nogwaza, Sikhobobo babeyizinduna zakwaZulu.

    • Thaniya Qwabe Ngicela ukulungisa iphutha elincane nje. Siyakhana mziwakwethu. Kukhona othe, indlu wakwaSibiya indlu yaseKhohlwa kwaGumede. Cha, indlu yakwaSibiya indlu enkulu kwaGumede. Okwesibili akukaze kube khona inkosi yakwaSibiya. Phela kwaSibiya akusona isizwe, yindlu. Iqiniso ukuthi kuBaNguni naBaNtungwa, uGumede yiyo indlu enkulu. Kepha ke bese kuba khona izindlu ezihlukile kwaGumede. uGumede qobo lwakhe wakha umuzi waseShobeni (izibongo zakhona ngoKhoza (Mahlase), Sibisi, Msibi, Ziqubu etc). Inkosana yakhe ingonyama uYeyeye. uYeyeye umuzi wakhe yiseMazimeleni (izibongo zakhona ngo Mzimela, Phakathi, Mcoyi, Mnguni,). inkosana kaYeyeye uMnguni. uMnguni inkosana yakhe uLuzumana, yena umuzi wakhe uSibiya ngenkomo. Inkosana yakwaSibiya ngenkomo ingonyama uMalandela. umnawe kaMalandela kwaSibiya ngenkomo nguMyende (ozala abantu bakwaKhomo). inkosana kaMalandela ingonyama uQwabe. uMnawe kaQwabe kwaSibiya ngenkomo uZingelwayo. uMuzi kaQwabe iNgoye (indawo isibizwa ngomuzi wakhe). uQwabe uzale uNdaba kwaSibiya ngenkomo eBabanango. Kwathi oNgoye wazala uSidinane. inzalo kaQwabe yasoNgoye izibiza ngesibongo uQwabe, kuthi inzalo yakhe yakwaSibiya ngenkomo izibize ngoSibiya. uQwabe ulandelwe nguNdaba esihlalweni sobukhosi, uNdaba yena walandelwa uGazu, yena walandelwa uNtusi (Mdladla). Wonke lamakhosi, amakhosi kaNguni endlini yakwaSibiya. uNtusi oketulwe ngabakaQwabe basoNgoye. Emuva kokungena kwabakaQwabe, bengena ngoSimamane waseMabhedwini kanye nendodana yakhe uKhuzwayo (inkosana kaSimamane uLufutha, kanti ikhohlwa uMakhanya), akuzange kube khona inkosi yabenguni endlini yakwaSibiya, futhi akuzange kube khona inkosi yakwaSibiya. inkosana kaNtusi uMqeku yena wabaleka waya emfolozi, emahlabathini. izwe liphathwe ngabakwaQwabe basoNgoye baze bakhishwa uShaka kaSenzangakhona, mhla ebulala uPhakathwayo kaKhondlo waseMthandeni. Lokhu kusho ukuthi kwaNguni indlu enkulu ngeyakwaSibiya kodwa ubukhosi bagcina busezandleni zakwaQwabe. abakwaQwabe bakhishwa ngabanewabo bakwaZulu. Yebo phela inkosana inkosana akushintshi. Lokho kusho ukuthi izinhloko zomuzi wakwaSibiya yizo amakhosana akwaGumede, kodwa kusuka uMqeku ayengabusi izwe. oMgxebe, Manyelela izinduna zakwaQwabe. oSotobe, Nogwaza, Sikhobobo babeyizinduna zakwaZulu.

    • kanti oKhuzwayo bangena ngaphi , ngoba ngike ngizwe uma bezithakazela bethi mnguni kayeyeye njengabakwaGumede

Selected Category: G

Surnames