By: Mfanelo Dlunge Yaka ,Sdinane, samampisi wena owadina amahlohloko,Mayila Shonane,Masaphokazi ,zindela kansibankulu , Masaphoka, Nsibankulu, Zindela, Hlazo, Masala nendawo Ebanzi, wena ovela etsheni, enakazihlandla zendl'embi fulela kuyanetha wena wasetsheni likahlazo wena wengovu eyadla eziny'esandlwana wena kamabhunya kuyintuthu esandlwana walushaya lwadandatheka elomunga nelomtholo wena kamshosha ndunu ngoba kobuye kuvele enye Wena oka mbazima,owabizmuntu edlula ngendlela,wath akazodla nankamagcumane, Onobanda ngomsasane abanye benda ngomunge Share
By: Mfanelo Dlunge
Yaka ,Sdinane, samampisi wena owadina amahlohloko,Mayila Shonane,Masaphokazi ,zindela kansibankulu , Masaphoka, Nsibankulu, Zindela, Hlazo, Masala nendawo Ebanzi, wena ovela etsheni, enakazihlandla zendl'embi fulela kuyanetha wena wasetsheni likahlazo wena wengovu eyadla eziny'esandlwana wena kamabhunya kuyintuthu esandlwana walushaya lwadandatheka elomunga nelomtholo wena kamshosha ndunu ngoba kobuye kuvele enye Wena oka mbazima,owabizmuntu edlula ngendlela,wath akazodla nankamagcumane, Onobanda ngomsasane abanye benda ngomunge