BIYELA

Clan Praise(s)

  • Mgazi, Sobethu, Menziwa, Mvundlane esoKhabeni, Njiyezi kaXhoko, Mgaz'omponjwana, Dinane wamakhosi, Ziyankomo, Masiphula kaMamba, Ntshangase, Ndabezitha.

  • BIYELA MENZIWA MVUNDLANE NJEZI KAXHOKO MBENGO SINDABOSI

  • NdabezithaMkhosana Mvundlana kaMenziwa Xhoko kaNdaba (Bavela kwaZulu)  Njezi kaXhoko. Mvundlane osoKhabeni.Mbeng' osind' abosi. Ndonga zimawa zimakhelekethe, ngibasathe ngiyazibiza azasabela, kwaze kwasabela uPhunga noMageba bathi buya Mvundlane nezwe liyobuya.Mvundlane weSinikiniki esimashoba oMsuthu esaqeda abakwaNkentshane. Ntshangase.   

Surnames